zulu.618.fashion
Ifeshini
ephambili
Uma usuya ekhaya eModimolle, eNdwedwe noma eSebokeng, donsa amehlo abantu bangakini ubakhombise ukuthi
uphethe isitayela
IFESHINI
I-diva yase ‘kasi’
(KUDE KWESOBU-NXELE)
Isikibha (R320), nesiketi esivulekile (R690), kokubili kwakaBig Blue. Izicathulo (R240) ezakwaFoschini. Amacici (R30), nomgexo (R45) kwaka-Foschini. Amabhengela (R69,95 lilinye) akwa-Edgars. Isambulela (R99,95) sakwa-Edgars.
Intokazi Esebe-nzayo
(KWESO-BUNXELE)
Ingubo enezimbali (R420) yakwa-Foschini. Ama-sandals esiliva (R240), nesikhwama (R449,95), okwakaRage.
I-headband (R69,95),
namacici
(R59,95),
okwaka-Edgars.
Ushaywa wumoya (KWESO-KUDLA)
Ingubo enamachashazi (R120), eyaka-Ideal Boutique. Isigqoko (R60), esakaBig Blue. Amacici (R35), awakaFoschini.
Ugqoke kahle
(KUDE KWESO-KUDLA)
I-top (R320), i-bolero e-green eno-lace (R320), nebhulukwe elivulekile (R390),
konke okwakaBig Blue. Isikhwama (R449,95), esakwaRage. Isikhafu (R49,95), esaka-Edgars. Amacici (R35), akwaFoschini.
Yisikhathi
soku-phuma
(KUDE KWESOBU-NXELE)
Ingubo ehlotshisiwe enomqala olengayo (R390), eyakaBig Blue.
Isikhwama (R200), esakaFoschini. Umgexo (R120), owakaMr Price. Amacici (R45) namabhengela (R55 lilinye), okwakaFoschini.
Isitayela sasolwa-ndle
(KWESOBU-NXELE)
Isikibha (R149,95), nesiketi esimhlophe (R199,95), okwaka-Edgars. Izicathulo (R249), ezakaRage. Amacici (R45) namabhengela (R45 kukunye), okwakaFoschini.
Umgqokisi:
Lethu Nxumalo
Izithombe:
Ivan Naude
Izinwele ne-
make-up:
Irene Schultz
Umkhangisi:
Milisa Fitoki
IZITOLO
BIG BLUE:
011-464-1554
EDGARS:
Ezweni lonke.
FOSCHINI: Ezweni lonke.
IDEAL BOUTIQUE:
082-223-2161
MR PRICE:
Ezweni lonke.
RAGE:
031-265-0660
