zulu.614.takalani
UKONGA
BONA ZULU - March 2008
Oh...Okay. Akufanele ngikhohlwe.
Yippee!!
Kulungile-ke ngizowukhanyisa!
Masiye kodla!
Ugesi
Namanzi
Okay, ngizolinda uze uhambe bese ngiyawucisha.
Bekumnandi ukudweba lezi zithombe kodwa manje sengilambile.
Nami ngilambile!
Neno, cisha ugesi.
Kulungile Kami!
Masihambe siyodla singakumoshi ukudla!
Yebo Neno,
masihambe!
Ngiyabonga!
Kami, siwucishelani ugesi uma sihamba"
Neno ninoKami - nali isobho lenu.
Neno ungawucishi manje! Kufanele uwucishe uma kungasekho muntu endlini sekusele wena kuphela.
Ukudla sekulungile!
Siyabonga Zikwe!
Phela akufanele siwumoshe Neno.
Mmmm, limnandi Zikwe!
Phuthuma, wuvale ngokushesha!
Kuhle lokho Neno!
Sizophuza amanzi!
Abazali nabaNakekela iziNgane!
Neno ushiye umpompi uwuvulile!
KwaSanlam, sazi kahle kamhlophe ngokubiza kwemfundo yengane yakho nangomthwalo wokungakwazi ukukhokhela lezo zindleko. Ngakhoke gcwalisa leli khuphoni
usithumelele imininingwane
yakho ukuze oyiSanlam advisor
noma i-broker akuthinte uthole isixazululo sokwakha ikusasa eliqhakazile lengane yakho.
Impela, siyabonga
Zikwe!
Okay. Asiwushiyi ngani uvuliwe Kami"
Impela Zikwe! Amanzi mahle kithina sonke!
Kulungile!
Phela akufanele simoshe amanzi ngoba siyawadinga.
BONA ZULU - March 2008
IGAMA .......................................................
IKHELI .......................................................
...................................................................
UCINGO (W) .................... (H) ..................
(Cell)..........................................................
ID...............................................................
UMSEBENZI OWENZAYO........................
Nanka amanzi. Sizophuza ingilazi umuntu emunye.
Sengisuthi kodwa ngomile!
Uyazi Kami, bengingazi ukuthi kulula kangaka ukonga ugesi namanzi!
