zulu.599.Takalani
BONA ZULU – September 2006
UKUZIQEQESHA
Zikwe, kuzodingeka ukuba uziqeqeshe uma ufuna ukuba wunozinti.
UMa Dimpho ungisiza ekubhakeni.
Hee! Hee! Iyavuma ungathi yintsha!
Hi Moshe, buka ukuthi ngigxuma kanjani!
Usungcono kakhulu Neno!
Ngokushesha uZikwe useqedile.
Bekulula kunokucabanga. Kufanele siziqeqeshe.
Eish, akulula ukukhanda le njini!
Wukuziqe-
qesha nje kuphela.
Hi Zikwe, sengenze elinye ikhekhe, ngabe ungaluthokozela ucezu?
Hi Zikwe, nqaka!
Uma sikukhuthalele ukuziqeqesha singaba ngcono kunoma yini esiyizamayo.
Ake ngizame ukuyidumisa!
Mmmm, amakhekhe akho Zuzu aya ngokuba ngcono.
Moshe! Angizange ngilibone liza.
Kungani Kami?
Mmmmm.
Emva kokuhamba kosuku.
...hhayi ngeke. Ngeke futhi uthole i-HIV ngokwanga noma ngokudlala nabangani bakho.
Abazali nabanakekela izingane
Kule nyanga uchunge lwanyanga zonke lweTakalani Sesame ongalufunda nengane yakho. Luxhaswe ngabakwa
Ngoba ngine-HIV/AIDS, bathi bazothola i-HIV uma bedla ama-sandwich ami.
Ngabe uyawathanda?
Ngoba ayikho neyodwa ingane esikoleni ebifuna ukudla nami ama-sandwich.
Lokho akusilo iqiniso Kami. Ngeke uthole i-HIV/AIDS ngokudla ndawonye ama-sandwich...
Bukela uSABC 1 ngemiSombuluko kuya kolweziHlanu ngo-05h30 no-SABC 2 ngemiSombuluko kuya kolwesiHlanu ngo-09h00 nangemiGqibelo ngo-06h30 lapho abangani abahlala ndawonye kwiTakalani Sesame - Kami, Moshe, Zikwe, Zuzu noNeno behleka bedlala befunda ngezinombolo nangamanye amakhono.
BONA ZULU – September 2006
Hi Kami, kungani wabukeka udiniwe?
Mmm Kami, lawa ama-sandwich amnandi. Ngizodla nawe ilantshi yakho nsuku zonke.
Ngempela?
