yokungenisa imithi yogonyo lwezilwane ngaphakathi
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukungenisa ngaphakathi nokuthumela ngaphandle imik
Isicelo sokungenisa impahla ebuya ngaphandle eqond isicelo sokungenisa impahla ngaphakathi ezweni
Isicelo semvume yokungenisa izimoto ezithengiswa o kungenisa izinhlanzi ngenhloso yohwebo
Uhwebo kwezinhlanzi ukuzithokozisa
Isicelo sokungenisa ngaphakathi kwezwe izilwane ne
Sokungenisa ngaphakathi ezweni noma ukuhambisa ngo
Isicelo sokungenisa amakhemikhali
Isicelo sokungenisa izilwane nemikhiqizo ezilwane
Isicelo sokungenisa noma ukuhambisa ngokudlulisa isitifikedi sokuqinisekisa ukuthi izitshalo azinaz
Isicelo semvume yesikhashana yokungenisa izilwane
Isicelo sokungenisa ngaphakathi ezweni isipesimeni
Ngenisa ngaphakathi izinto zokuxilonga izifo yokungenisa imithi yogonyo lwezilwane ngaphakathi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ukungenisa izinto ezweni kanye nokuthumela izinto
Ukungenisa izinto ezweni kanye nokuthumela yokungenisa imithi yogonyo lwezilwane ngaphakathi
Isicelo semvume yokungenisa imithi yogonyo lwezilwane ngaphakathi eNingizimu Afrika
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Udinga nemvume yokungenisa impahla ebuya kwabe-Directorate Animal Health yemithi yogonya ukuze ingene ezweni. Banikeza lemvume kanye kuphela, lapho usuthole isigunyaziso esivela kwabomkhandlu wolawulo lwemithi abe-Medicines Control Council, kanti futhi ngokuveza ubufakazi balokho kubo. Kulesi simo esinjena, umuthi wogonyo ongarejistiwe ungathengiswa isikhathi esithize kuphela, kuze kufinyelele isikhathi lapho usurejistiwe.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
o ubungakanani (bamanani)
o umxubo noma isithako (izithako), ezibandakanya ukujula nomkhawulo walezo zithako (concentration)
o izwe umuthi obuya kulo o abenzi bomuthi (manufacturer)
o ukuthi ngabe leyo-product idingeka nini o incazelo yokuthi lo muthi uzosetshenziselwa ukulinga ukuze urejistwe njengesitokwe semithi o isimo sobhaliso lwawo (serejistreshini yawo) kwezinye izindawo (uma ngabe kukhona lapho orejistwe khona)
o imininingwane ye-Trial Protocol (ngokulandela izidingo ze-VICH GCP), okubandakanya ukuthi ngabe kulindeleke ukuthi uzoqala ngaluphi usuku, isibonelelo esiyisipesheli sokuthi ngabe kuzokwenzekani ngokudla okuvela kuzilwane ezenza ukudla (isibonelo, ngaba kuzolahlwa) kanye nokuthi abanikazi bomuthi bachaza ngokufanele ngomuthi.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Sicela wenze isicelo se-veterinary import permit okungenani amaviki ayisithupha ngaphambi kwesikhathi sokungenisa lokho ohlongoza ukukungenisa. Uma abe-state veterinarian sebevumele isicelo, kuthatha izinsuku ezimbili ukuya kwezintathu zokusebenza ukuthi ihhovisi lezimvume libhekane nesicelo nokunikeza imvume.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
