Isicelo sokungenisa izilwane nemikhiqizo ezilwane
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukungenisa ngaphakathi nokuthumela ngaphandle imik
Isicelo sokungenisa impahla ebuya ngaphandle eqond isicelo sokungenisa impahla ngaphakathi ezweni
Isicelo semvume yokungenisa izimoto ezithengiswa o kungenisa izinhlanzi ngenhloso yohwebo
Uhwebo kwezinhlanzi ukuzithokozisa
Isicelo sokungenisa ngaphakathi kwezwe izilwane ne
Sokungenisa ngaphakathi ezweni noma ukuhambisa ngo
Isicelo sokungenisa amakhemikhali
Isicelo sokungenisa izilwane nemikhiqizo ezilwane
Isicelo sokungenisa noma ukuhambisa ngokudlulisa isitifikedi sokuqinisekisa ukuthi izitshalo azinaz
Isicelo semvume yesikhashana yokungenisa izilwane
Isicelo sokungenisa ngaphakathi ezweni isipesimeni
Ngenisa ngaphakathi izinto zokuxilonga izifo yokungenisa imithi yogonyo lwezilwane ngaphakathi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ukungenisa izinto ezweni kanye nokuthumela izinto
Ukungenisa izinto ezweni kanye nokuthumela
Isicelo sokungenisa izilwane nemikhiqizo ezilwane
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Kukhona inqubo yemithetho okumele ilandelwe maqondana nezilwane kanye nemikhiqizo (ama-product) ezilwane. Ngenxa yokuthi izidingo kwezempilo zishintsha njalo, sicela nixhumane nabophiko lobuqondisi bempilo yezilwane iDirectorate Animal Health ukuthola izidingo zakamuva.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Fakela imali yediphozithi kwi-akhawunti yoMnyango yebhangi:
Inombolo yegatsha: 010845
Inothisi ebalulekile: I referense kumele ibe yigama nesibongo somngenisi
Sicela Uqaphele: Umngenisi womkhiqizo, unomsebenzi emahlombe akhe wokukhokhela amashaji ebhangi, kanye namashaji eBhangi langaPhandle uMnyango ngeke wakhipha imvume uma inani eligcwele elingu-ZAR110.00 lingakakhokhelwa.
Imali ingakhokhelwa nasemahhovisi e-Department of Agriculture (oMnyango wezoLimo), uhla lawo olufakelwe ngezansi esigabeni esithi Indawo nendlela yokuxhumana
Kwisimo lapho wenza isicelo egameni lomunye umuntu, sicela uqinisekise ukuthi ukhokha egameni lalowo muntu noma leyo nkampani.
Sicela uchaze kwifomu ukuthi ngabe imvume izolandwa noma kumele uposelwe yona.
Isiteshi sokuhlukaniswa kwezilwane zingahlaliswa nezinye i-quarantine station, eThekwini, okwamanje asisebenzi, kodwa ulwazi lungatholakala ehhovisi lenombolo ethi: +27 31 368 6011 noma ngefekisi kule nombolo: +27 31 337 7469.
Lapho kungeniswa izikhumba ezimanzi noma ezomile kanye nezindondo (trophies), ifomu lesicelo kumele liqinisekiswe ngudokotela wezilwane kahulumeni endaweni lapho ifasilithi etholakala khona. Ifomu lesicelo kumele libuye lisayinwe ngomunye kanti futhi lifakelwe isitembu sikadokotela wezilwane wombuso, ozobuye athumele ifomu ngefekisi.
Lapho kungeniswa imfuyo yepulazi ephilayo efana nezinkomo, izimvu, izimbuzi, amahhashi (amakati nezinja akuvunyelwe) kumele uthole imvume yokuthuthukiswa kwezilwane (animal improvement permit) ngaphambi kokuba kukhishwe imvume yempilo yokungeniswa kwezilwane.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isicelo, sivamise ukuthatha izinsuku ezine zokusebenza ukuphetha ngodaba lwemvume, uma udokotela wezilwane esevumele isicelo.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezoLimo
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
