Ukudweba ngenhloso yohwebo
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubhalisa umkhumbi wokudweba kwabemikhumbi yamazwe angaphandle
Ukudweba ngenhloso yohwebo ukuhambisa noma ukuphatha ukudla ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa
Ukufunana nomcebo wamaminerali ibhizinisi lomsebenzi wezimayini
Ukuqhuba ibhizinisi lezimayini
Isicelo sokubhalisela ukusetshenziswa kwamanzi
Elayisense yokuqhuba iNkonzo yezamaposi egodliwe
Ukufaka isicelo sokudoba izinhlanzi ukuze uziphili
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Isicelo semvume noma selayisense
Ukudweba ngenhloso yohwebo
Ukufaka isicelo selungelo lokudoba ukuze uthengise
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ukudobela ukuthengisa kuwukusebenzisa ilungelo lakho lokudoba izinhlanzi. Lelilungelo kumele licelwe umuntu anikezwe lona ukuze alisebenzise, avune izinhlanzi olwandle noma asebenze umsebenzi ophathelene nokudoba ukuze athengise. Lifaka phakathi nokwenza umsebenzi ophathelene nokudoba kodwa ungazidli lezozinhlanzi. Ukuze usebenzise ilungelo lakho lokudoba, faka isicelo sephomedi yokudobela ukuthengisa ekhishwa ngungqongqoshe wegatsha eliphethe izindaba zenhlalo yendawo nezokuvakasha (Department of Environmental Affairs and Tourism) (DEA&T) noma isiphathimandla esikhethiwe. Ilungelo eligcwele noma elinqunyelwe liyanikezwa ezinhlobeni ezithile zezinhlanzi yigatsha lwakwa DEA&T ngokubheka inani elivunyelwe lokudotshwa kwezinhlanzi (TAC/E) enqunywa njalo ngomnyaka ngungqongqoshe wegatsha eliphethe izindaba zenhlalo yendawo nezokuvakasha (DEA&T). akekho umuntu ozovele ayodobela ukuthengisa ngaphandle kwephomedi
Uqala ngokufaka isicelo selungelo lokudobela ukuthengisa ngaphambi kokuthi ufake isicelo sephomedi yokudobela ukuthengisa. Lephomedi iyavuselelwa njalo ngomnyaka, kanti uma uhluleke ukuthobela lesimiso sephomedi, ingamiswa iphomedi yakho noma ihoxiswe noma ilungelo lakho lihoxiswe
Ngaphezu kwephomedi yokudobela ukuthengisa, uzodinga iphomedi yokuthutha izinhlanzi ukuze ukwazi ukuzithutha.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Faka isicelo selungelo lokudoba ngakuthi umenywe ukuthi wenze njalo nguhulumeni abhale encwadini yezaziso zikahulumeni.
Thola ifomu lokufaka isicelo egatsheni eliphethe izindaba zenhlalo yendawo nezokuvakasha (DEA&T) noma hamba uyolilanda lapho uzakutshelwa ukuthi ulilande khona ngabakwa DEA&T.
Fundisisa ifomu uqinisekise ukuthi uphetha zonke izimfanelo zesimiso zesicelo.
Gcwalisa, usayine ulithumele ifomu lakho namaphepha nezitifiketi ezidingekayo kanye nemali engabuyiselwa endaweni ozotshelwa yona noma ahhovisi lwakwa DEA&T eliseduze nawe.
umsebenzi wokuhluza uzoqala emuva kokudlula kosuku elibekiwe elijuba ukungena kwezicelo kanti imiphumela izomenyezelwa ngokubhalelana nabakwa DEA&T.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi isicelo selungelo lokudoba:
Isicelo sakho sizosetshenzwa izinyanga ezingu 1 kuya ku 3 noma ngaphezudlwana kuya ngokuthi umsebenzi ungakanani noma kuya ngokutholakala kwezinhlobo zezinhlanzi.
Ukufaka isicelo sephomedi yokudoba:
Isicelo sakho sizosetshenzwa izinsuku ezingu 7 noma ngaphezudlwana Kuya ngokuthi bangakanani abantu abafake izicelo.
Phezulu
Izindleko
Inhlobo yelungelo lokudoba
Imali ekhokhwayo ukudoba izinhlanzi
Njengokusho kukangqongqoshe noma isiphathimandla esikhethiwe ngokuya ngezinhlobo zezinhlanzi iphinde imenyezelwe uma kumemywa abantu ukuthi bafake izicelo zelungelo lokudoba ephepheni lezaziso zikahulumeni
R100 (lemali ingashintsha)
Ukudoba izimbaza ezimhlophe ukuzenza ibheyiti
R100 (lemali ingashintsha)
R200 (lemali ingashintsha)
Ukudoba iabalone enesisindo esingu 850kg noma ngaphansi
R300 (lemali ingashintsha)
Ukudoba iline fish usebenzisa abantu abane
Inhlabo yephomedi yokudoba izindleko zamanje
Ukwenza umsebenzi wokuhlola ophathelene nokudoba
Ukudoba noma okuphathelene nokudoba okwenziwa ngabantu abangebona base South Africa
Ukuhlola ukudoba
Ukuthutha izinhlanzi
ukungenisa izinhlanzi ezivela kwamanye amazwe
Ukuthumela izinhlanzi ziye kwamanye amazwe
R150 kanye nemali yokufaka isicelo engu R75
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wesimo seNdalo nezokuVakasha
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
