Ubhaliso lokuzalwa
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ubhaliso lozalo emva kwesikhathi
Ubhaliso lokuzalwa
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ukubeletha
Ubhaliso lokuzalwa
Ubhaliso lokuzalwa
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Inothisi yokuzalwa kumele inikezwe abazali noma umnakekekeli osemthethweni, kanti uma umzali noma abazali bengakwazi ukwenza lokho, umuntu ocelwe ngomunye wabazali noma umnakekeli osemthethweni anganikeza inothisi.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Fakela inothisi yokuzalwa kwifomu le-BI-24 kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya.
Umuntu ocelwe ukuth anikeze inothisi kumele abe nelungelo lokuthunywa elibhaliwe, okumele libandakanye izizathu zokuthi kungani abazali bengakwazi ukunikeza inothisi ngokwabo.
Uma ingane izalwe ngaphandle kweNingizimu Afrika kanti omunye wabazali eyisakhamuzi saseNingizimu Afrika ngesikhathi sokuzalwa kwengane, ukuzalwa kungafakelwa inothisi yakho kwiNxusa, iConsulate noma kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya eNingizimu Afrika.
Kwinothisi yokuzalwa enikezwa ngemuva kwezinsuku ezingu-30, kodwa ngaphambi kokuba ingane iqede unyaka, abazali noma umnakekeli osemthethweni kumele banikeze izizathu zokuthi kungani bengabhalisanga ezinsukwini ezingu-30 njengoba kudingwe wumthetho.
Uma abazali bengashadile nakhona befisa ukubhalisa ingane ngaphansi kwesibongo sikababa, ubaba kumele amukele ukuthi nguyena ubaba wayo (paternity), kwisikhala esibekelwe loko kwiFomu lokubhalisa ukuzalwa. Ubaba kumele abekhona lapho kubhaliswa ukuzalwa.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izicelo zingathatha isikhathi sokufinyelela kumaviki ayisishagalombili ukuya kwangu-12.
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Qaphela: Amafomu awatholakali kulayini we-internethi.Sicela uxhumane nehhovisi eliseduze lonyango.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
