kwabemikhumbi yamazwe angaphandle
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubhalisa umkhumbi wokudweba kwabemikhumbi yamazwe angaphandle
Ukudweba ngenhloso yohwebo ukuhambisa noma ukuphatha ukudla ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa
Ukufunana nomcebo wamaminerali ibhizinisi lomsebenzi wezimayini
Ukuqhuba ibhizinisi lezimayini
Isicelo sokubhalisela ukusetshenziswa kwamanzi
Elayisense yokuqhuba iNkonzo yezamaposi egodliwe
Ukufaka isicelo sokudoba izinhlanzi ukuze uziphili
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Isicelo semvume noma selayisense kwabemikhumbi yamazwe angaphandle
Ukufaka isicelo selayisensi yomkhumbi wangaphandle wokudoba
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Awukho umkhumbi wangaphandle ozonikezwa ilayisensi yokudoba yase South Africa ngamphandle uma usebenzisana ngokubambisana nomuntu onelungelo wase South Africa bedoba. Kumele bathintane negatsha eliphethe izindaba zenhlalo yendawo nezokuvakasha bengakaqalisi ukudoba ukuze kutholisiswe ukuthi ukuqasha umkhumbi wangaphandle kuvumelekile yini enhlobeni ethize yezinhlanzi nokuthi maphepha mani adingekayo ukuze imvume inikezwe.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Uma ngokomgomo kwemukeleka ukuthi kusetshenziswe umkhumbi wangaphandle, ofaka isicelo kumele athole ifomu lokucela ukusebenzisa umkhumbi wangaphandle ehhovisi eliseduze naye lakwa DEA&T.
o amandla omkhumbi o ubude nokuthi uthwala kangakanani o inombholo obhaliswe ngayo umkhumbi o izwe obhaliswe kulona umkhumbi (uma uqashwe noma uhlanganyelwe nomuntu wase South Africa)
o isitifiketi sokuphepha esivela kulelozwe.
Yonke imikhumbi yangaphandle kumele ibe nomshini osebenzayo okuthiwa yi INMARSAT CVMS othintana nabaphethe ezamanzi olwandle. Kumele ufakazelwe yilabo abaphethe ezamanzi olwandle.
Esicelweni sakho, yisho ukuthi nguyiphi isekisheni yokudoba ozosebenza kuyona nokuthi uzodoba Isikhathi esingakanani.
kuzodingeka incwadi esemthethweni evela kwabaphethe ezokudoba kulelizwe umkhumbi umbethe ifulegi yakhona ivuma ukuthi:
Uma umkhumbi ungewona okhethiweyo ngokuya ngomthetho welungelo, ofaka isicelo kumele agcwalise ifomu lokugudluzela lomkhumbi kwenye indawo.
Ukuze umkhumbi unikezwe ilungelo lokudoba, ofaka isicelo kumele agcwalise ifomu lephomedi ehambelana nesekisheni yokudoba lomkhumbi ozodoba kuyo. Okokugcina, uma ofaka isicelo acabanga ukuthi lomkhumbi uzodoba olwandle olunamagagasi aphezulu, kumele agcwalise ifomu lokudoba endaweni enjalo.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isicelo sokusebenzisa umkhumbi wangaphandle (kanye nezicelo zokugudluzela umkhumbi, ilayisensi yokudoba olwandle olunamagagasi aphezulu) kungathatha izinsuku ezingu 14 uma onke amaphepha ephelele.
Phezulu
Izindleko
R21 200- yelayisensi yangaphandle
R1 695 - yelayisensi yolwandle olunamagagasi aphezulu
R790 - yephomedi yokudoba
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wesimo seNdalo nezokuVakasha
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
