Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sobhaliso serejistreshini njengesikhungo s
Isaziso sokuchibiyela isitatimende sokusungula i c
Isicelo sokuchibiyela ulwazi ngebhizinisi enkuluka
Isicelo sokubhalisa inkampani enamasheya ezimali
Isicelo sokubhalisa inkampani yangasese
Isicelo sokubhalisa sokurejista inkampani yangapha
Isicelo sokubhalisa inkampani kawonkewonke
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ukuqala inhlangano ibhizinisi
Ukubhalisa ibhizinisi
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Abenzi bezicelo abafisa ukubhalisa kungenzeka kudingeke ukuthi bafezekise imibandela ethize okungenzeka ibe ngaphambi kobhaliso noma ngemuva kobhaliso. Lokhu kubandakanya nemibandela ekhonjiswe kwisichibiyelo somthethosisekelo wama-Asosiyesheni.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu ebese ulifakela ehhovisi labe-DWAF eliseduzane nawe.
Isicelo sakho sizohlolwa kanti uma samukelwe, abomnyango bazacela ukuthi ugcwalise i-Form 2: Isicelo sobhaliso ye-asosiyesheni yokuvimbela imililo.
Gcwalisa i-Form 2 ebese ulifakela kwaboMnyango wezaManzi namaHlathi eliseduzane nawe
Isicelo sakho, sizohlolwa futhi, kanti uma samukelwe, abomnyango bazokhipha isitifikedi sobhaliso.
Isicelo sakho sobhaliso kumele sibe nolwazi olulandelayo:
o imininingwane ye-asosiyesheni yokuvimbela imililo eyenza isicelo o imininingwane yomuntu oqala inqubo yobhaliso lwe-asosiyesheni yokuvimbela imililo eyenza isicelo sokubhaliswa o isiqinisekiso sokuthi akukho mnikazi oye akangabandakanywa ngamabomu emihlanganweni noma ezingxoxweni maqondana nolwazi lwe-asosiyesheni yezivimbela mililo o imininingwane ngendawo i-asosiyesheni yezivimbela mililo eyenza isicelo enegunya kuyo o isiqinisekiso sokuthi ayikho enye i-asosiyesheni yezivimbela mililo enenhloso yokusungula lapho noma ekhona kuleyo ndawo lapho le asosiyesheni eyenza isicelo sakhona o isiqinisekiso somuntu osungula ukubunjwa kwe-asosiyesheni yokuvimbela imililo o isincomo ngofanele omele uhulumeni wendawo o isincomo ngomele ihhovisi lesifunda lobomnyango wezamanzi namahlathi o isiqinisekiso ngomqondisi ophezulu wesifunda waboMnyango wezaManzi namaHlathi.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Cishe ngeke kwathatha izinsuku ezingu-30 zokusebenza ukuhlola isicelo kanye nokubhalisa i-asosiyesheni uma lonke ulwazi oludingekayo lunikeziwe.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
