isicelo sokungenisa impahla ngaphakathi ezweni
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukungenisa ngaphakathi nokuthumela ngaphandle imik
Isicelo sokungenisa impahla ebuya ngaphandle eqond isicelo sokungenisa impahla ngaphakathi ezweni
Isicelo semvume yokungenisa izimoto ezithengiswa o kungenisa izinhlanzi ngenhloso yohwebo
Uhwebo kwezinhlanzi ukuzithokozisa
Isicelo sokungenisa ngaphakathi kwezwe izilwane ne
Sokungenisa ngaphakathi ezweni noma ukuhambisa ngo
Isicelo sokungenisa amakhemikhali
Isicelo sokungenisa izilwane nemikhiqizo ezilwane
Isicelo sokungenisa noma ukuhambisa ngokudlulisa isitifikedi sokuqinisekisa ukuthi izitshalo azinaz
Isicelo semvume yesikhashana yokungenisa izilwane
Isicelo sokungenisa ngaphakathi ezweni isipesimeni
Ngenisa ngaphakathi izinto zokuxilonga izifo yokungenisa imithi yogonyo lwezilwane ngaphakathi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ukungenisa izinto ezweni kanye nokuthumela izinto
Ukungenisa izinto ezweni kanye nokuthumela isicelo sokungenisa impahla ngaphakathi ezweni
Yenza isicelo sokungenisa impahla ngaphakathi ezweni
Izincazelo
Ngokulandela umthetho wokuphathwa kwezohwebo lwamazwe omhlaba we-International Trade Administration Act, 71 of 2002, uNgqongqoshe wezoHwebo neZimboni angathi lapho ebona kufanele noma kuyinto ewusizo (expedient) ngokubonelela isizwe, angathi ngokwenza inothisi kuGazethi kaHulumeni, abeke ukuthi akukho mpahla ngaphandle kwaleyo yeklasi ethize noma yohlobo oluthize engangeniswa ngaphakathi eNingizimu Afrika; noma engangeniswa ngaphakathi eNingizimu Afrika ngaphandle kwegunya le noma ngokulandela izimo ezibekwe kwimvume enikezwe nguye (ungqongqoshe) noma ngumuntu ogunyazwe nguye.
Izicelo zemvume zokungenisa impahla ngaphakathi, impahla engaphansi kolawulo lwezimpahla kumele ifakelwe kwifomu elibekiwe.
Inhloso yenkonzo wukuqinisekisa ukuthi impahla ethengiswa okwesibili engeniswayo, ngeke yacikela phansi imboni yeningizimu ne-Afrika i-Southern African Customs Union (SACU). Le nqubo iqinisekisa nokuthi kuba nolawulo lwempilo yesimo sendalo kanye nangezizathu zezokuvikeleka, ukuphepha kanye nokulandelwa kwamaqophelo, kanye nolawulo ngenhloso yokulandelwa kwezizathu zezendalo.
Izinyathelookumele zilandelwe
Kumele kugcwaliswe amafomu esicelo ebese efakelwa.
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Asikho isikhathi esibekiwe (esinqunyiwe) sale nkonzo (sale sevisi).
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlelayokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
