Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Lomfundi ukufunda isikole ekhaya
Isicelo sokubhalisa njengomfundisi
Sokubhalisa nesikhungo semfundo yabadala yeABET
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Imfundo noqeqesho
Isikole
U-Grade R unyaka wokuqala wesigaba sesisekelo (wesigaba sefawundeshini) kwimfundo egxila kwimiphumela (outcomes-based education) ezikoleni zeprayimari zikahulumeni. Le mfundo ihlelelwe izingane zeminyaka emine-nohafu ukuya kwiminyaka emihlanu-nohafu ubudala. Abazali kanye nabanakekeli kumele babhalise izingane zabo ezikoleni ngaphambi kosuku lokugcina phakathi kuka-August no-Okthoba, walowo nyaka ngaphambi kokuba izingane ziqale.
Ukuthola olunye ulwazi olunabile, ngena kwabo Mnyango wezeMfundo
Bhalisa esikoleni esiseduzane nawe.
Hambisa isitifikedi sokuzalwa sengane kanye nekhadi lokugonywa.
Uma ingane ingesona isakhamuzi saseNingizimu Afrika, kuzofuneka futhi ukhiphe o imvume yokufunda;
Imvume yesikhashana noma yanomphela yokuhlala ezweni ebuya kwaboMnyango wezangaPhakathi; kanye o nobufakazi bokuthi wenze isicelo sokuhlala eNingizimu Afrika.
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isicelo sakho singathatha iviki elilodwa ukuya kumaviki ayisithupha ukubonelelwa.
Izindleko
Izimali zesikole ziyahlukahluka ngezikole nezikole.
Amafomu okumele agcwaliswe
Amafomu okumele agcwaliswe atholakala ezikoleni.
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
