Isicelo selayisense entsha yesibhamu
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo selayisense entsha yesibhamu
Isicelo selayisense entsha yesibhamu
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ukubhekana nomthetho
Izibhamu
Isicelo selayisense entsha yesibhamu
Isicelo sokuvuselela ilayisense yokuba nesibhamu
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Ungathi ngesikhathi esifanayo wenze isicelo sokuvuselela ilayisense (amalayisense) ekhona (akhona) esibhamu (ezibhamu). Kusebenza izikhathi ezilandelayo zokuvuselela ngokulandela izinsuku zokuzalwa:
Usuku lokuzalwa
Isikhathi sokuvuselela
o ilayisense (amalayisense) esibhamu, imvume noma isigunyaziso sesibhamu (sezibhamu) ofisa ukuzivuselela o isitifikedi sakuqala soqeqesho owasithola kumqeqeshi ogunyaziwe o isitifikedi sakuqala sekhona (uma sesakhishwa)
o izithombe zosayizi wepasipoti ezicace kahle nezikhombisa ubuwena zombala (unobscured passport size photographs), ezingezindala ngokweqe ngezinyanga ezinthathu (kudingeka izithombe ezimbili kuwo wonke amalayisense esibhamu ofisa ukuwavuselela kanye nezimbili zesitifikedi sekhono).
Uzothola irisidi yokwamukela isicelo sakho ye-SAPS 523 njengobufakazi bokuthi ufakele isicelo sokuvuselela ilayisense (amalayisense) yesibhamu (yezibhamu).
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
U-DFO uzokwenza uhlolo lophenyisiso ngawe, ukuthola ukuthi ngabe ungumuntu okufanele nokulungele yini ukuba nesibhamu. U-DFO uzozohlola indawo yakho, ukuhlola ukuthi ngabe uthathe izinyathelo ezifanele kwezokuphepha endaweni noma eduzane nendawo yakho kanye nesisefo sesibhamu, ukuqinisekisa ukuthi ngabe uyawalandela amazinga abakwa-South African Bureau of Standards (SABS). Uma wathola ilayisense yesibhamu ngaphambi komhlaka 1 Julayi 2004, nakhona kufanele uvuselele ilayisense, asikho isidingo sokuthenga isisefo esisha. Izidingo ezikhona manje ngokulandela umtheshwana wenqubo we-Arms and Ammunition Regulations, 1994, zithathwa ngokuthi zamukelekile. Uma isisefo singahlangabezani nezidingo, kumele uthenge isisefo esisha, esilandela amazinga abekwe abakwa-SABS.
Uma isicelo sakho (izicelo zakho) zivunyiwe, uDFO uzoxhumana nawe siqu ukuzolanda isitifikedi sekhona (uma singakakhishwa) kanye nelayisense (amalayisense) esibhamu (ezibhamu).
Phezulu
Izindleko
Isitifikedi seKhono:R70
Kwilayisense ngayinye:R70
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
