Imvume kwisikimu sokuhlanganisa umndeni
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Imvume kubantu abathathe umhlalaphansi
Imvume kwisikimu sokuhlanganisa umndeni
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Imvume kwisikimu sokuhlanganisa umndeni
Isicelo semvume yokuhlala unomphela - kwisikimu sokuhlanganisa umndeni
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Le nkonzo (le sevisi) isebenza kulowo ozoba nemvume yokuhlala unomphela ofisa ukwenza isicelo semvume yokuhlala unomphela ngenxa yokuba yilunga lomndeni sesakhamuzi saseNingizimu Afrika noma lowo onelungelo lokuhlala unomphela njengenyathelo lokuqala lobudlelwane. Ngenhloso yokuthola ilungalo lokuhala unomphela, amalunga omndeni njengenyathelo lokuqala lobudelwane bachazwa njengalabo bobuhlobo begazi noma izingane ezinikezelwe ngokomthetho yinkantolo ukunakekelwa (judicially adopted) noma abazali ozothathele ngokomthetho ukubanakekela noma abazali ngokushonelwa noma ngokwehlukana kwabazali (step-parents).
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu lesicelo, i-BI-947 no-BI-29.
Isakhamuzi saseNingizimu Afrika noma umhlali unomphela kumele afakele isibopho sokuzimisela maqondana nezimali, ezokwelaphisa kanye nokunakekela umenzi wesicelo. Kodwa lapho isihlobo kungumzali wengane esencane ngeminyaka, asikho isidingo sokwenza isibopho sokuzimisela.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Asikho isikhathi esibekiwe sale sevisi.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
