Ukunweba noma ukushintsha imvume yokusebenza
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo semvume yokusebenza
Imvume yokusebenza kumakhono angavamile
Ukunweba noma ukushintsha imvume yokusebenza
Imvume yokudluliselwa ezweni yinkampani
Isicelo semvume yabantu abasebenza emikhunjini
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Ukunweba noma ukushintsha imvume yokusebenza
Isicelo sokunweba noma ukushintsha imvume yokusebenza yomsebenzi oqashiwe
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Le nkonzo (le sevisi) ngeyabantu abanemvume abafuna ukunweba isikhathi noma ukushintsha imvume yabo yokusebenza. Isicelo sokunweba noma ukushintsha kumele senziwe emavikini ayisishagalombili ngaphambi kokuba kuphele isikhathi semvume. Izimvume eseziphelelwe yisikhathi ngeke zanwetshelwa isikhathi.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe gcwalisa ifomu le-BI-159. Hamba uye kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya (leZangaphakathi). Yenza isicelo kwinxusa (embassy) noma i-mission uma ungaphandle kwezwe abaqashi kumele bagcwalise kuma-ayithemu ka-6 no-6.1 wefomu lesicelo abaqashi kumele basayine isifakazelo (declaration) kanye nokufakela isitembu senkampani uma kungenasitembu, ukuqashwa komuntu kumele kuqiniswe ngokubhala incwadi eceleni kwi-letterhead yenkampani fakela isitifikedi samaphoyisa sokuba msulwa (uma sasingafakelwanga lapho kwenziwa isicelo sokuqala)
fakela ikhophi yekontraki yomsebenzi esemthethweni uma kusebenza, fakela ubufakazi bobhaliso (berejistreshini) nenhlangano yezeprofeshini efanele.
fakela into ekhombisa amaplani angekusasa omenzi wesicelo fakela isikhangiso (i-advethi) yesikhundla uma kuzongezelwa isikhathi sekontraki yakuqala yomsebenzi fakela umbiko wenqubekela phambili ngokuthi ngabe izakhamizi zaseNingizimu Afrika/ abanelungelo lokuhlala unomphela, baqeqeshiwe yini noma bayaqeqeshwa.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izicelo zingathatha isikhathi sokufinyelela izinsuku ezingu-30.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Qaphela: Amafomu awatholakali kulayini we-internethi. Sicela uxhumane nehhovisi eliseduze lonyango.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
