Isicelo seMvume yokuthumela izinto ngaphandle
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sokumaketha izimpahla ezithunyelwa ngaphan
Isicelo seMvume yokuthumela izinto ngaphandle
Isicelo sokuvunyelwa nobhaliso lwefasilithi yempil
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ukungenisa izinto ezweni kanye nokuthumela izinto
Isicelo seMvume yokuthumela izinto ngaphandle
Isicelo seMvume yokuthumela izinto ngaphandle
Isicelo seMvume yokuthumela izinto ngaphandle
Izincazelo
Imvume yokuthumela impahla ngaphandle idingeka ukuqinisekisa ukuthi umuntu siqu noma inhlangano enenhloso yokuthumela izimpahla ngaphandle ilandela imibandela ethize ebekiwe kanye nokulandela imibandela yezivumelwano zamazwe omhlaba. Izivume zokuthumela impahla ngaphandle zisiza ukulawula ukuthi impahla ephumayo ingeyohlobo olubalulekile nakhona ukuthi kungashushumbisiwa impahla kanye nempahla eyebiwe.
Akuyizo zonke izimpahla (goods) noma imikhiqizo (ama-product) angeniswayo noma athunyelwa ngaphandle adinga inqubo yolawulo. Kodwa-ke zonke izinto ezisetshenziselwa impahla noma udoti, kanye nezikrebhe kungaphansi kwenqubo yolawulo longenisa impahla (import control measures). Uhla lwempahla engaphansi kolawulo lwezimpahla ezingeniswayo kanye nezithunyelwayo luyatholakala. Uma ufakele imininingwane yokuxhumana nawe, ungathunyelelwa uhla ngeposi, ngefekisi noma nge-email.
Izinyathelookumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
(Umthetho wokuphathwa kwezohwebo namazwe omhlaba)
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha izinsuku ezintathu ukubhekana nesicelo sakho semvume yokuthumela impahla ngaphandle.
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
