Imvume yohlelo lokushintshisana kwabafundi
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo semvume yokufunda
Imvume yohlelo lokushintshisana kwabafundi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Imfundo
Imvume yohlelo lokushintshisana kwabafundi
Isicelo semvume yohlelo lokushintshisana kwabafundi (kwezitshudeni)
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Imvume yohlelo lokushintshisana kwezitshudeni (kwabafundi), yimvume ekhishwa kumfundi (kwisitshudeni) sangaphandle kwezwe okumele sizongenela kwiprojekthi ethile noma uhlelo.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Fakela incwadi evela kuMnyango evela kuMnyango wezeMfundo noma kwisikhungo semfundo ephakeme eNingizimu Afrika esenza okulandelayo:
o esiqinisekisa ukuthi isikhungo yisona esibhekene nokugqugquzela noma ukuhambisa uhlelo o esichaza imisebenzi kanye nobude besikhathi sohlelo o esiqinisekisa ukuthi isikhungo sizobhekana nakho konke okuqondene nalowo mfundi (naleso sitshudeni) ngesikhathi siseRiphabhliki nokuthi isitshudeni samukelwe ukuze sibhaliswe (sirejistwe).
Fakela incwadi evela evela kwinhlangano yezwe langaphandle ezokwenza okulandelayo:
o ezoqinisa imininingwane yomfundi, ebandakanya ubhaliso (irejistreshini) yesitshudeni kanye nesikhungo sezemfundo ephakeme ngaphandle o esiqinisa usuku okuyosungulwa ngalo uhlelo eNingizimu Afrika.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isicelo singathatha izinsuku ezingu 30.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
BI-1738(Ifomu lesicelo semvume yokuhlala isikhashana)
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
