Isicelo semvume yohlelo lokushintshisana
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo semvume yokusebenza ngaphansi kwesivumelwa
Isicelo semvume yabantu abasebenza emikhumbini
Isicelo semvume yohlelo lokushintshisana
Imvume yokuba ngumkhoseli
Isicelo semvume yokusebenza
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Ukuthuthela eNingizimu Afrika noma ukuvakashela
Ilungelo lokuhlala isikhashana
Isicelo semvume yohlelo lokushintshisana
Isicelo semvume yohlelo lokushintshisana kwezamasiko/ezomnotho/kanye nezenhlalisano yabantu
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Imvume yokushintshisana ingakhishwa kumuntu wangaphandle obamba iqhaza kwezokushintshisana kuhlelo lwezamasiko, ezonomnotho nezenhlalisano yabantu, olugqugquzelelwa noma oluphethwe yinhlangano yangaphandle noma umkhakha wumbuso, noma umkhakha wesikhungo semfundo ephakeme ngokuhambisana nomkhakha kahulumeni wangaphandle. Yenza isicelo semvume yokushintshisana kwinxusa (embassy) yaseNingizimu Afrika noma kwi-mission eseduzane nawe.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu le-BI-1738.
Fakela ipasipoti yakho kanye nesicelo.
Khipha incwadi ye-entity, yenhlangano, noma umndeni lapho ofuna ukuyokwenza khona uhlelo eNingizimu Afrika, eqinisa isimo noma ubukhona balolo hlelo lokushintshisana. Incwadi kumele ibe wubufakazi bokuthi ukufanele ukubhalisela (ukungenela) noma ukubamba iqhaza kuhlelo, kanti futhi kumele kukhombise ukuthi i-entity, inhlangano noma umndeni uzobhekana nawe ngesikhathi uhlezi eNingizimu Afrika.
Ukuthola incwadi evela kumkhakha kahulumeni ofanele noma ovela kwinhlangano esekelayo (sponsoring body) ezweni lakini, eqinisa isimo noma ubukhona bohlelo lokushintshisana neNingizimu Afrika kanye neqiniso lokuthi wamukelwe ukubhalisa kuhlelo.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isicelo sithatha izinsuku zokufinyelela kwezingu-30.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
BI-1738(Ifomu lesicelo semvume yokuhlala isikhashana)
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
