Ukuqashwa emsebenzini kahulumeni
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukuqashwa emsebenzini kahulumeni
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ukufuna umsebenzi kuHulumeni
Ukuqashwa emsebenzini kahulumeni
Ukwenza isicelo sokusebenza kwiNkonzo yukuSebenzela uHulumeni
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Izikhundla zemisebenzi kwiminyango kazwelonke neyezifundazwe (amaprovinsi) zigcwaliswa ngokufuna abasebenzi ngokucela abantu ukuthi benze izicelo, kulabo abangasebenzeli uHulumeni. Izikhundla zemisebenzi kwizikhundla eziphezulu, emkhakheni wezokuphatha ophezulu, kumele zikhangiswe kuzwelonke ngaphakathi nangaphandle kweNkonzo yokusebenzela uHulumeni.
I-website yekheli elithi: Public Service Vacancy Circular, yazisa abasebenzi bakahulumeni ngezikhundla zemisebenzi ezikhona ngaphakathi kweNkonzo yemisebenzi kaHulumeni. Abantu abangasebenzeli uhulumeni, kodwa abathokozela izikhundla ezikhangisiwe, kumele baqale babuze kulowo mnyango okhangisayo uma bengenza izicelo. Imininingwane yokuxhumana nalowo mnyango okhangisile inikezwa kwi-Circular.
Eminye iminyango efana nawoMbutho wezokuVikela (Defence Force) ungacela ukuthi wenze uhlolo lwezempilo ngaphambi kokuba kubonelelwe isicelo sakho.
Izinyathelo okumele zilandelwe
Fakela ifomu kwabomnyango lapho isikhundla somsebenzi esitholakala khona
Ungathola incwadi yokwamukela isicelo sakho, kodwa lokhu kuya ngalowo mnyango.
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Inqubo yokufuna abasebenzi kanye nokukhetha iyehlukahluka kwiminyango kahulumeni nakhona ingaphethwa esikhathini esifishane.
Izindleko
Ifomu lesicelo alikhokhelwa.
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana uMnyango wemiSebenzi kaHulumeni nokuPhatha isiFundazwe:
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
