Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isitifikedi sokubhalisela ikhaya labadala
Isicelo sokukhishwa kuhla lobhaliso noma ukuvala i
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ukuvala noma ukuyeka ibhizinisi
Ukusula ubhaliso ukukhansela ubhaliso lwebhizinis
Isicelo sokukhishwa kuhla lobhaliso noma ukuvala i
Izincazelo
Ukuvalwa (liquidation) kusho ukuthi i-CC
ayikwazi ukukhokhela izikweledu zayo;
ayisakwazi ukuqhubeka nemisebenzi yayo ngokuvamile, ngenxa yezinkinga zezimali; noma amalunga afuna ukwabelana ngempahla ye-CC.
I-CC ingavalwa ngenxa yenqubo yenkantolo (ecelwe ngabakweledwa yinkampani), noma kungenzeka ivalwe ngokuzikhethela (voluntary) lokhu (okusuke kucelwe ngamalunga e-CC). Uma amalunga e-CC enza isicelo sokuvala ngokuzikhethela kwawo, kudingeka kugcwaliswe ifomu lezokuvikeleka (le-JM12) elivela ku-Registrar of Companies (umbhalisi wezinkampani).
Izinyathelookumele zilandelwe
Gudluzela ifomu lokufaka isicelo, CK6.
Fakelani amakhophi amadokhumende omazisi awo onke amalunga e-CC.
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha isikhathi sokusukela kusuku olulodwa ukuya kwezimbili ukuphetha ngenqubo ye-deregistration (yokukhishwa kuhla lwamabhizinisi abahlisiwe)
Izindleko
Ngu-R40
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
