Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubhalisa umkhumbi wokudweba kwabemikhumbi yamazwe angaphandle
Ukudweba ngenhloso yohwebo ukuhambisa noma ukuphatha ukudla ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa
Ukufunana nomcebo wamaminerali ibhizinisi lomsebenzi wezimayini
Ukuqhuba ibhizinisi lezimayini
Isicelo sokubhalisela ukusetshenziswa kwamanzi
Elayisense yokuqhuba iNkonzo yezamaposi egodliwe
Ukufaka isicelo sokudoba izinhlanzi ukuze uziphili
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Isicelo semvume noma selayisense
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
ILayisense yobuSakazi beMiphakathi inenhloso yokuhlangabezana nezidingo zobusakazi kumphakathi ukufinyelela kwiminyaka emine. Iyavuseleleka, ngaphansi kwesimo sokuthi wenze isicelo sokuvuselela ilayisense kungafiki izinyanga eziyisithupha futhi kungakadluli izinyanga ezintathu ngaphambi kosuku lokuphela kwesikhathi selayisense ekhona. Ivuseleleka kuphela ngaphansi kwesimo sokuthi onelayisense (licensee) ulandela izimo ezibekwe yiziphathimandla zelayisense. Ilayisense inikezwa imiphakathi efuna ukusungula inkampani engu-Section 21, iTrust, ivoluntary association noma okunye okuyinhlangano evunyelwe ngumthetho engenzi inzuzo. Izinjongo zokubeka iminyaka emine yeLayisense yoBusakazi ukufezekisa okulandelayo:
ukwenzela ukuthi kube nemikhakha ehlukahlukene (diversity) yezokusakaza embonini ukubandakanya imiphakathi njengabakhiqizi, omininjela kanye nabalaleli ekwenziweni kwezokuxhumana nokuxhumanisa ukuba yizwi lemiphakathi ukwenziwa kwezinhlelo ezikhombisa okuthokozelwayo okuyisipesheli kanye nezidingo zesipesheli zomphakathi, okubandakanya amasiko, ulwimi, izinkolo kanye nezidingo zokuhleleka kwemikhakha ehlukene yomphakathi.
ILayisense yeminyaka emine yoBusakazi boMphakathi inganikezwa kwimikhakha elandelayo:
Ilayisense isebenza iminyaka emine.
UMnyango wezokuXhumana usekela abamalayisense yeminyaka emine ngobusakazi kanye nemishini yokukhiqiza (production equipment), kodwa uma belandela izidingo zoMnyango.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
I-ICASA izokhipha isimemo sokwenza isicelo senkonzo yobusakazi bomphakathi kanye nokunikeza ngamafrikhwensi akhona ezindaweni ezehlukene. Njengomenzi wesicelo selayisense, kumele wenze okulandelayo:
Sungula iqembu lokusebenzisana (working group) elizobhekana nenqubo yesicelo kanye nokuba ngumenzi wesicelo (applicant) egameni lomphakathi.
Qinisekisani ukuthi iqembu lokusebenzisana, lenza okulandelayo:
o ukuqoqa amasignesha emphakathini o ukubhala iplani yebhizinisi o ukugqugquzelela ukukhethwa kwamalunga eBhodi ngenqubo yedimokhrasi (yentando yeningi)
o ukubheka indawo isiteshi sokusakaza esizosakazela kuyo.
Izicelo ezingagcwalisiwe ngokuphelele, zizobuyiselwa kumenzi wesicelo kanti ngeke samukela emahlombe ethu ukuphazamiseka okungabakhona.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha izinyanga ezingu-3 ukuya kwezingu-4.
Phezulu
Izindleko
U-R3 000 (wemali yesicelo engabuyiselwa emuva).
U-R250 wokukhipha ilayisense ngemuva kokuba isivunyelwe.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Ifomu lesicelo lizoba yingxenye yesheduli yeGazethi kaHulumeni.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
