Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubika ubugebengu ngaphandle kokuzidalula igama
Ngokuhlukunyezwa kwabantu asebegugile
Fakela isaziso ngokufa okwenzekile
Umgunyathi wenkohliso ye419 kanye nenkwabaniso yam
Inombolo yokubika ubugebengu
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ukubhekana nomthetho
Ukubika ubugebengu izenzakalo
Izikhungo zokushayela ze-10 111
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Lesi yisikhungo esisebenza amahora angu-24 sokubika ubugebengu, esibhekana nemibiko nezikhalazo ezivela kubantu. Izingcingo zingashayelwa ngokusebenzisa ulayini wakwa-Telkom noma ngeselula (cellphone). Zonke izingcingo ezingena esikhungweni ziyarekhodwa.
Qaphela:Shayela kule nombolo kuphela uma kunesimo esiphuthumayo. Musa ukusebenzisa kabi lolu cingo:
lokhu kuvimbela izingcingo ezishayelwa ngabantu abakwisimo esiphuthumayo nesiyingozi, kanti futhi abadinga ukusizwa ngamaphoyisa masishane.
lokhu kuchitha isikhathi samaphoyisa ngoba kudingeka izikhulu zithathe imoto noma zindize ziye kuleyo ndawo okubikwa khona ubugebengu lokhu futhi kuchitha izimali ngoba izikhulu zingathunyelwa ukuthi ziye endaweni lapho okungekho khona isimo esiphuthumayo.
Uma unesikhalazo esingaphuthumi noma ukubuza imibuzo nje ngokunabile, shayela esiteshini samaphoyisa sendawo yangakini.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Shayela inombolo ethi: 10111 noma ngabe ukuphi eNingizimu Afrika.
Ulwazi luyaqoqwa ebese unikezwa inombolo yereferensi njengobufakazi kanye nokulusebenzisa ngesikhathi esizayo.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Zonke izingcingo ziphendula ngokushesha ngendlela okukhonakala ngayo.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Awekho amafomu okumele agcwaliswe.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
