Ukushintsha inani lesondlo
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sesondlo
Ukushintsha inani lesondlo
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ukubhekana nomthetho
Isondlo
Ukushintsha inani lesondlo
Ukushintsha inani lesondlo
Izincazelo
Ungacela ukuthi inani elikhokhelwa isondlo lishintshwe, ngoba lingaseneli, noma ngoba ungasafinyeleli ukukhokha lelo nani lesondlo.
Izinyathelo okumele zilandelwe
Uma ungumuntu owemukela isondlo:
Yenza isicelo enkantolo kamantshi ekudistriki yalapho umuntu ukhokha isondlo ehlala khona.
Gcwalisa ifomu lesicelo elifanele ebese ulifakela, lihambisane nesitatimende somholo kanye nezindleko kwisikhulu sezondlo.
Uma ungumuntu okhokha isondlo, kodwa ungasafinyeleli inani:
Gcwalisa isitatimende somholo nezindleko, kanye nesitatimende esichaza izizathu zesicelo, ukufakele kwisikhulu sezondlo ngisho noma ngabe ungowemukela isondlo noma okhokha imali yesondlo. Inqubo efanayo naleyo eyalandelwa ngesikhathi kusungulwa udaba lwesondlo izolandelwa.
Imithetho nemigomo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi kanye nesikhathi sokwenziwa komsebenzi
Nizophathwa ngokulinganayo, ngobuntu kanye nesithunzi nenhlonipho.
Isicelo sakho sizophathwa ngokusheshisayo nangendlela enomphumela okungakhonakala ngayo.
Izindleko (Imali ekhokhwayo)
Ngaphandle kokuba usherifu ecela ukuthi kukhishwe imali kuqala ezokwenza ukuthi akwazi ukwenza ngokulandela umyalelo wesondlo, ngeke kwabanezindleko.
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
