Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Ukuvuselela imvume noma ilayisense kuMkhandlu waseNingizimu Afrika wamagama ezindawo
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Amagama ezindawo, ngamagama ayizinkomba nezimpawu emhlabeni angawemvelo noma athiwe ngabantu abe esehlelwa. Lezi zinkomba nezimpawu kungaba ngezinabantu noma ezingenabantu.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Fakela ifomu nolwazi olulandelayo:
o ulwimi igama elisuselwa kulo o isisusa sencazelo yagama uma usazi o inhlobo (feature) yegama elihlongozwayo, isibonelo, ihhovisi leposi noma isiteshi sikaloliwe o idistriki kaMantshi noma isifundazwe (iprovinsi) lapho indawo etholakala khona o ngabe ikude kangakanani noma iqonde ngakubi, inhlobo etholakala kuyo maqondana nedolobha eliseduzane noma indawo kamantshi eseduzane.
Fakela imephu kasayizi we-A4.
Fakela igama lomuntu ophakamise igama elisha.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isicelo sokuhlongoza igama elisha lendawo kanye/noma ukushintsha igama lendawo lamanje Kukhona isikhathi sokulinda esicishe sibe izinyanga ezine.
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezoBuciko namaSiko
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
