ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubhalisa umkhumbi wokudweba kwabemikhumbi yamazwe angaphandle
Ukudweba ngenhloso yohwebo ukuhambisa noma ukuphatha ukudla ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa
Ukufunana nomcebo wamaminerali ibhizinisi lomsebenzi wezimayini
Ukuqhuba ibhizinisi lezimayini
Isicelo sokubhalisela ukusetshenziswa kwamanzi
Elayisense yokuqhuba iNkonzo yezamaposi egodliwe
Ukufaka isicelo sokudoba izinhlanzi ukuze uziphili
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Isicelo semvume noma selayisense ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa
Isicelo sesitifikedi sokwamukeleka ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa (ukuluthutha)
Izincazelo
Amashede obisi, yindawo lapho kusengwa khona nalapho kuphathwa khona ubisi ngendlela ehlanzekile. Isicelo sesitifikedi sokwamukeleka kweshede lokusengela ubisi, kumele senziwe ngokubhala. Isicelo kumele sibandakanye ulwazi okukhulunywa ngalo ngezansi.
Ukuze uthole olunye ulwazi, ngena kwabo Mnyango wezeMpilo.
Izinyathelo okumele zilandelwe
Yenza isicelo esibhaliwe kwiziphathimandla zendawo endaweni lapho kuzosengelwa khona ubisi, noma lapho ishede izokwakhiwa khona.
Nikeza ngolwazi olulandelayo.
Igama lakho (wena menzi wesicelo), ikheli kanye nezinombolo zocingo
Isihloko esichaza indawo
Inani labasebenzi abaqashiwe, noma elizoqashwa
Inani lezilwane ezizosengwa
Iplani yendawo ekhombisa inyakatho, kanye nezakhiwo (amabhilidi) esondelene nawo, noma asemnceleni aleyo ndawo nokuthi asetshenziselwa ini
Isikeshi nokwendlaleka kwendawo ngesikali sika-1:100 kwazo zonke izindawo zeshede lokusengela ubisi, kanye neplani yomphansi wendawo, ukubonakala kwengxenye yendawo (sectional view) kanye nobude bokuya phezulu kwendawo (vertical elevation).
Zilungiselele ukunikeza noma ngabe yiluphi olunye ulwazi olungacelwa ziphathimandla zendawo.
Isipikitela (umhloli) weziphathimandla zendawo, uzokwenza lonke uhlolo lwendawo. Isipikitela (umhloli) uthumela umbiko kanye nesincomo kwiziphathimandla zendawo.
Kukhishwa isitifikedi sokwamukeleka uma ngabe umbiko wesipikitela (womhloli) umuhle.
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Isicelo sesitifikedi sokwamukeleka kweshede lokusengela. Lelifomu litholakala emahhovisi weziphathimandla zendawo noma kwaboMnyango wezeMpilo.
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
