ukuhambisa noma ukuphatha ukudla
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubhalisa umkhumbi wokudweba kwabemikhumbi yamazwe angaphandle
Ukudweba ngenhloso yohwebo ukuhambisa noma ukuphatha ukudla ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa
Ukufunana nomcebo wamaminerali ibhizinisi lomsebenzi wezimayini
Ukuqhuba ibhizinisi lezimayini
Isicelo sokubhalisela ukusetshenziswa kwamanzi
Elayisense yokuqhuba iNkonzo yezamaposi egodliwe
Ukufaka isicelo sokudoba izinhlanzi ukuze uziphili
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Isicelo semvume noma selayisense ukuhambisa noma ukuphatha ukudla
Isicelo sesitifikedi sokwamukeleka ukuhambisa noma ukuphatha ukudla
Izincazelo
Noma yimuphi umuntu ofisa ukuba nendawo yokudla noma ukuhambisa (ukuthutha) ukudla kumele abe nesitifikedi sokwamukeleka. Lesi sitifikedi sikhishwa ngemuva kokuba izipikitela (abahloli) beziphathimandla zendawo behlole indawo noma imoto.
Ukuze uthole olunye ulwazi, ngena kwaboMnyango wezeMpilo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Yiba nendawo efanele ezosetshenziswa kuphela ukuphatha ukudla noma imoto ezosetshenziswa kuphela ukuhambisa (ukuthutha) ukudla.
Gcina indawo noma imoto ihlanzekile ngazo zonke izikhathi, ukuqinisekisa ukuthi ukudla okuhanjiswa noma okuphathwayo kuleyo ndawo akoniwa zimpukane, ukungcola, nodoti, nokuxubana nezinye izinto ezingalungile noma ezinye izinto ezilimazayo.
Imoto noma indawo izohlolwa zipikitela (abahloli) beziphathimandla zendawo ukubona ukuthi ngabe ikufanele yini ukuhambisa noma ukuphatha ukudla
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Amazinga okwenziwa komsebenzi ancike kuzipikitela (kubahloli) beziphathimandla zendawo.
Izindleko
Inkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa, kodwa iziphathimandla zendawo zingashaja imadlana encane.
Amafomu atholakala mahhala kwaboMnyango kaZwelonke wezeMpilo. Ungawathola futhi lamafomu emahhovisi weziphathimandla zendawo.
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
