Ukucela i-CCMA ukuthi ithole isivumelwano ngemitheshwana
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Cela ikomiti ebalulekile ukubona inkonzo ebalulek
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ezobudlelwane babaqashi nabasebenzi
Ezobudlelwane babaqashi nabasebenzi
Ukucela i-CCMA ukuthi ithole isivumelwano ngemitheshwana yolawulo lwamaphikethi ngesikhathi sesiteleka noma ukukhiyela ngaphandle (lockout)
Isimo
Umthetho wezobudlelwane emisebenzini kubaqashi nabasebenzi we-Labour Relations Act, 1995, wamukela ilungelo lokuphiketha. Inyunyane ebhalisiwe (erejistiwe) ingagunyaza iphikethi yamalunga ayo kanye nabasekeli ngenhloso yedimonstreshini yokuthula (umbhikisho wokuthula).
Iphikethi ingabanjwa noma kukuphi lapho abantu abanelungelo lokungena, kodwa ngaphandle kwendawo yomqashi, noma ngemvume yomqashi, ngaphakathi kwendawo yomqashi.
Imitheshwana yolawulo ivumela abasebenzi ukuthi baphikethe endaweni yomqashi uma i-CCMA ibona ukuthi umqashi wenze okungalungile ngokunqabela iphikethi ngaphakathi kwendawo yakhe.
Inqubo okumele ilandelwe
Inyunyane ebhalisiwe noma umqashi bangagcwalisa ifomu le-LRA 4.1 ukucela i-CCMA ukuthi ithole isivumelwano ngemitheshwana yolawulo lwamaphikethi ngesikhathi sesiteleka noma ukukhiyelwa ngaphandle.
Nikeza uhlangothi oluthintekayo ikhophi yalelil fomu.
Nikeza ubufakazi bokuthi ikhophi yaleli fomu inikezelwe kolunye uhlangothi, ngokubufakela
Ikhophi lesilipi esisayiniwe uma ikhophi ihanjiswe ngesandla;
o isitatimende esisayinelwe esivela kumuntu odilive ifomu ukuqinisekisa ukuthi lokhu kwenziwe; noma
Uma kunezinhlangothi ezingaphezulu kolulodwa ezithintekayo kwingxabano, noma uma ingxabano ithinta izinhlangothi ezingaphezulu kolulodwa, bhala amanye amagama kanye nemininingwane ephepheni eliseceleni ebese ufakela le mininingwane kwifomu.
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Lokhu kuzoncika ngokuthi kuzothatha isikhathi esingakanani ukuxazulula ingxabano.
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
