Isitifikedi sokungenisa utshwala ngaphakathi kwezwe
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isitifikedi sokungenisa utshwala ngaphakathi kwezw
Ukususa utshwala obungeniswayo obubuya ngaphandle
Thengisa utshwala obungeniswa bubuningi ngemuva ko sitifikedi sokungenisa utshwala ngaphakathi kwezwe thengisa utshwala obungeniswa bubuningi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Imvume yotshwala
Isitifikedi sokungenisa utshwala ngaphakathi kwezw
Isicelo sesitifikedi sokungenisa utshwala ngaphakathi kwezwe
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Isitifikedi sokugnenisa ngaphakathi kwezwe sidigneka lapho ungenisa imikhiqizo yotshwala (kodwa engabandakanyi ubhiya) eNingizimu Afrika. Isitifikedi sokungenisa noma ikhophi kuzodingeka ngaphambi kokuba kukhululwe umthwalo echwebeni lokungenisa (endaweni yokungenisa).
Ongenisa ngaphakathi wenza isicelo sesitifikedi sokungenisa kanye kumkhiqizo. Ngemuva kwalokho, isitifikedi sokungenisa singasetshenziswa, inqaba nje uma kungashintshanga inhlanganisela (composition), okungaphakathi, usayizi webhodlela, kanye nelebuli yalowo mkhiqizo.
Isitifikedi sokungenisa sizodingeka kwimikhiqizo enotshwala obungaphezulu kwephesenti elilodwa, obungeniswa ngenhloso yokuphuzwa, kanti buyingxenye yomthwalo womuntu siqu, ofika eNingizimu Afrika, kodwa uma ngabe lowo mkhiqizo o uma uphelele ungeqi amalitha angu-12 ngevolumu kanti futhi o ulethelwe inhloso yokuziphuzela nje kwalowo muntu, yena, nomndeni wakhe kanye nabavakashi bakhe abangabuthengi lobo tshwala.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu lesicelo.
Kwisimo sokungeniswa kwebhodlela, kumele ufakele isampuli kwibhodlela elinelebuli, ethengiswa ngalo.
Fakela isampuli yotshwala obungeniswa bubuningi ngebhodlela elivamile le-750ml.
Kobungeniswa bubuningi, kuzohlolwa okungenayo. Ilabuli ihlolwa lapho wenza isicelo semvume yokuthengisa isitifikedi.
Abe-division kumele bakhokhelwe (ngokheshi), ngaphambi kokuba bakhiphe isitifikedi sokungenisa ngaphakathi ezweni.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Asikho isikhathi esibekiwe esinqunyiwe sale sevisi.
Phezulu
Izindleko
Isitifikedi sokungenisa (amabhodlela): R125
Isitifikedi sokungenisa (ngobuningi): R220
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
