Isicelo semvume yokusebenza ngaphansi kwesivumelwano
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo semvume yokusebenza ngaphansi kwesivumelwa
Isicelo semvume yabantu abasebenza emikhumbini
Isicelo semvume yohlelo lokushintshisana
Imvume yokuba ngumkhoseli
Isicelo semvume yokusebenza
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Ukuthuthela eNingizimu Afrika noma ukuvakashela
Ilungelo lokuhlala isikhashana
Isicelo semvume yokusebenza ngaphansi kwesivumelwa
Isicelo semvume yokusebenza ngaphansi kwesivumelwano
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Imvume yokusebenza ngaphansi kwesivumelwano yidokhumende enikezwa abantu ababuya ngaphandle ukungena eNingizimu afrika ukuzobamba iqhaza kwizinhlelo okuvunyelwane ngazo phakathi kweNingizimu Afrika kanye namazwe athintekayo kulezo zivumelwano.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Fakela okulandelayo:
Incwadi ebuya kwinhlangano yombuso othintekayo kwisivumelwano, eqinisekisa uhlelo. Incwadi izoqinisekisa isivumelwano sohlelo okusetshenziswa ngaso, ukubamba iqhaza komenzi wesicelo (umuntu wangaphandle) okukhulunywa ngaye kuhlelo kanye nemisebenzi okulindeleke ukuthi yenziwe ngumenzi wesicelo ngaphansi kwesivumelwano.
o o Incwadi yokuzibophezela komqashi, lapho avuma khona umsebenzi osemahlombe akhe maqondana nezindleko zokubuyisela umenzi wesicelo emuva, kanye nalabo abancike kuye uma kunesidingo. Uma umqashi engumnyango kahulumeni, kanti engakwazi ukwenza incwadi yesibophezelo okukhulunywa ngaso, izwe eluthumela lowo muntu ngokwalo, lingenza leyo ncwadi yesibophezelo.
o o Amadokhumende amaqondana nesimo kwezomendo, iafidavithi (incwadi efungelwe ngokomthetho) yowakwakhe noma abancane ngeminyaka abancike kumenzi wesicelo bazohambisana nowakwakhe kanye nezingane ezincike kuye.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Asikho isikhathi esibekiwe (esinqunyiwe)
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
