zulu.848.stars
ARIES
Mar 21 - Apr 20
Izinsuku zenhlanhla: 12 no-13
GEMINI
May 22 - Jun 21
Izinsuku zenhlanhla: 17 no-18
CANCER
Jun 22 - Jul 23
Izinsuku zenhlanhla: 19 no-20
LEO
Jul 24 - Aug 23
Izinsuku zenhlanhla: 21 no-23
VIRGO
Aug 24 - Sep 23
Izinsuku zenhlanhla: 24 no-25
SCORPIO
Oct 24 - Nov 22
Izinsuku zenhlanhla: 1 no-29
SAGITTARIUS
Nov 23 - Dec 22
Izinsuku zenhlanhla: 4 no-5
AQUARIUS
Jan 21 - Feb 20
Izinsuku zenhlanhla: 8 no-9
PISCES
Feb 21 - Mar 20
Izinsuku zenhlanhla: 10 no-11
114 BONA ZULU - November 2005
UMSEBENZI IMPILO IMALI UTHANDO
TAURUS
Apr 21 - May 21
Izinsuku zenhlanhla: 14 no-16
LIBRA
Sep 24 - Oct 23
Izinsuku zenhlanhla: 6 no-28
CAPRICORN
Dec 23 - Jan 20
Izinsuku zenhlanhla: 6 no-7
Okushiwo yizinkanyezi zakho
Uzosimama ngaphandle kokusebenza ngokuzikhandla.
Ukuba nomqondo okhaliphile kuzokusiza kwabangalungile.
Ithokozele impumelelo yakho kodwa wongele ikusasa.
Izinkinga othandweni uzozinqoba zedlule futhi.
Bhekana nenselelo ukuze impumelelo ikukhiphe ekukhathazekeni. Zifundise ukungabi namawala ukuze ube nokuthula emphefumulweni. Izingxaki ezingaphezu kobunazo zizodla imali enhle.
Yiba ngumngani wesithandwa sakho.
Bekezela ngoba izinkinga onazo zizodlula.
Qala uhlelo olusha lokudla ngoba umzimba wakho uyilokho okudlayo.
Yiphathe kahle imali yakho ngoba uzoyidinga.
Izinsuku zentokozo zikulindele ungenzi okuzodunga lowo moya.
Uzobajabhisa labo abakubukela phansi.
Ukukhululeka emphefumulweni kuzokwenza uthokoze.
Imali ungayisebenzisi ngokweqile.
Ungajahi ukwahlulela othandana naye - zibheke wena.
Yilwele indawo okuyona ucele ukukhushulelwa umholo wakho.
Zivocavoce ukuze uhlale uphilile.
Uzothola imali ethe xaxa ngenxa yohlelo lwebhizinisi oluzamayo.
Umngani omusha uzokwenza ube namaphupho amahle ngothando.
Uzoba nezixazululo ezigculisayo ezinkingeni zakho emsebenzini.
Intokozo oyithola ngocansi izoba nomthelela omuhle empilweni yakho. Gwema abangani abangakufaka ezinkingeni zemali.
Kuzoba khona umehluko omkhulu ngakwezothando.
Khetha amagama akho nezinto ozifaka kuzona.
Ukuzivocavoca nokuzethemba kuzoyivuselela impilo yakho.
Ungachithi imali nesikhathi sakho.
Thembeka kothandana naye.
Ungathola ukunakwa abantu obahloniphayo.
Ukwenza izinto ngokungaphezu kwamandla kungakukhathaza.
Uzoba nesisekelo esihle ezimalini ngenxa yamathuba amabhizinisi.
Lekelela othandana naye uma ufuna nihlale nithokozile.
Yisikhathi sokuhleleka kwezinjongo zakho.
Ukwazi ukuthi yini oyifunayo kwenza uhlale usesimweni esikahle.
Ukuba nemali kuzokwenza uzizwe ugculisekile.
Qaphela ungabi nethemba kuze kweqe.
Uguquko obungalulindele lungakubeka esimweni esingcono. Zivikele kubangani abanezinxushunxushu abangaziphethe kahle.
Uzoyisebenzisa ngokukhululeka imali emva kokuphela kwezinkinga zakho.
Uzobona maduze nje ukuthi iphupho lakho kwezothando lizofezeka yini.
Lungiselela ukusebenza kanzima ngoba uzowuthola umphumela omuhle.
Thola ikhambi elizokuvuselela uma uzwa uphelelwa umdlandla.
Imali oyitholayo izokugculisa.
Kuthokozeleni ukuthandana kwenu.
Ungajahi impumelelo kuze kweqe.
Yenza izinguquko ezifanele ukuze uphile kahle.
Sebenzisa imali yakho ngokuyonga kube khona nozoyibeka.
Uzothola izimemo ngenxa yokuba nogazi kwabanye.
