zulu.833.stayfree
B3324/07 Umqondisi wokuthwetshulwa kwezithombe: nguNorah Huyzers Umthwebuli wezithombe: nguJan Botha I-stylist: nguLinda Bean I-make-up: nguHeather Oosthuizen Umkhangisi: nguTony Ntombela
I-STAYFREE® yenziwe ngokotini othambile okuphatha kahle uma usezinsukwini zakho, isikhathi ozizwa ungaphathekile neze kahle ngaso.
I-STAYFREE® Maxi Slims entsha inekhava kakotini, kanti incanyana kune-pad engusayizi ojwayelekile kodwa ikuvikela ngokuphelele. Manje usungaba nokuzethemba uma ufake i-pad encane eyenza umsebenzi ofana nalowo owenziwa yileyo elugqinsi uma usezinsukwini zakho. Kukhona enama-wings nengenawo. Ine-Natural Agent esiza ngokudambisa iphunga. Ikhava kakotini ivikela isikhumba ngoba yenza ukuba siphefumule. Inofayibha abathambile abagcina i-pad yomile kanti ikuphatha kahle.[z]
AKUPHATHA KAHLE
® Trademark of JOHNSON & JOHNSON © J & J (Pty) Ltd 2007. Ngeminye imininingwane shayela ku-0860 410 032 (sharecall)
mancane, awabonakali
ezentengiso
