Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sesinxephezelo ngokulimala noma ngesifo em
Isicelo sokubika ingozi eyenzeke emsebenzini kwabe
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ukunxephezelwa ngengozi yasemsebenzini
Ukufaka isicelo sokubika ukugula kwisikhwama sesincephezelo
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ngokuya ngomthetho wokuncephezelwa kwabalimele noma abahlatshwe wukugula besemsebenzini ka 1993, abaqashi bagunyazwe ukuthi babike konke ukugula noma zonke izifo ezibangwa ngumsebenzi kubesikhwama sesincephezelo.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Abaqashi kumele bagcwalise umbiko wabaqashi wukugula okubagwe ngumsebenzi i (W.Cl.1) zingakapheli izinsuku ezingu 14 emva kokuthi bazi ngesifo.
Abaqashi bamele ukuthi baphinde bathumele naloku okulandelayo:
o isicelo sesincephezelo sesifo esibagwe ngumsebenzi (W.Cl.14)
o imibiko yesimo sesigulane (W.Cl.22), sizesiphole isigulane o umbiko wokugcina kadokodela wesifo esibagwe ngumsebenzi. (W.Cl.26), uma isigulane sesipholile o incwadi yokupopola izindlebe, uma umsebenzi eye wagcina eyisithulu angasezwa ezindlebeni ngenxa yokusebenza endaweni enomsindo kakhulu o i-ENT okuyiripoti esipeshela ezohambisana nencwadi yokupopola izindlebe uma kudingekile o umbiko wokusebenza kwamaphaphu uma isifo singesamaphaphu o umbiko wesikhumba uma isifo singesesikhumba, (loku kufake nezithombe zemibala uma kukhoneka)
o mbiko wokusebenza kwegazi, kwamathe, isikhohlela ieksireyi kanye nokunye nje.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha izinsuku ezingu 60.
Phezulu
Izindleko
Lomsebenzi awukhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezeMisebenzi
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
