Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isitifikedi sokubhalisela ikhaya labadala
Isicelo sokukhishwa kuhla lobhaliso noma ukuvala i
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ukuvala noma ukuyeka ibhizinisi
Ukusula ubhaliso ukukhansela ubhaliso lwebhizinis
Izincazelo
isinqumo sithathwe yiningi lamalunga abekhona noma abemele emhlanganweni; kanti futhi zonke izinto ezifanele okumele kubhekwane nazo ngaphambi kokukhipha kuhla lobhaliso, ezibandakanya indlela impahla nezikweledu ze-asosiyeshini noma ze-asosiyeshini yesikhashana okuzobhekwana nazo ngayo, noma okuye kwabhekwana nazo ngayo.
Uma inkantolo ithatha isinqumo sokuvala (liquidate) i-asosiyeshini, noma i-asosiyeshini yesikhashana, izonquma ngokuthi impahla ye-asosiyeshini noma ye-asosiyeshini yesikhashana kuzobhekwana kanjani nayo ngendlela elinganayo nelungile. Inkantolo izobheka noma yiziphi izincomo ezenziwe ngu-Director-General maqondana nokwabiwa kwempahla.
Izinyathelookumele zilandelwe
Ichaze isizathu sokuthi kungan inkampani noma i-CC yenza isicelo sokukhishwa kuhla lobhaliso.
Lapho kukhonakala khona, ikhombise inombolo yentela yenkampani noma ye-CC.
Bonke o-director kanye namalunga enkampani noma be-CC kumele basayine incwadi uma kuyisicelo sokukhishwa kuhla lobhaliso abazenzela bona ngokuvuma kwabo ukuthi inkampani ikhishwe kuhla lobhaliso.
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Amafomu okumele agcwaliswe
Awekho amafomu okumele agcwaliswe.
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
