zulu.638.fashion
Lekanisa izindwangu ukuze uthokomale kulobu busika – kuningi ongakwenza.
Ingubo enezimbali (R349), Miss Port at YDE. I-vest eli-dark charcoal (R350), Strategi at YDE. Umgexo (R160), YDE. Amabhengele (R140), YDE.
I-jean (R400), Trigger at YDE.
BONA ZULU – July 2006
Okufanele ubusika
Kule sizini kugqokwa izindwangu ezikhangayo. Zixube ukuze zibukeke kahle, hlanganisa
i-velvet no-lace, noma okunoboya newuli
izindlela zokuhlela nokudidiyela nguCHRISTINE HAMMANN
izithombe ngu-ALEXA SINGER
umkhangisi nguHUGETTE wakwaFaith’s Models
umsizi, i-make-up nezinwele nguZAHIRAH VARIAWA
BONA ZULU – July 2006
Izikhafu zibalulekile kule sizini, kanti iwuli ikahle kakhulu uma kubanda.
Ijezi eli-grey (R420), Woolworths. Isikhafu esimibalabala (R165), YDE. Umgexo (R160), YDE. I-jean (R95), Mr Price. (Ibhande elomkhangisi.) Amabhengele (R140), YDE.
Okufanele ubusika
BONA ZULU – July 2006
Ungakhohlwa yishethi ngoba ungaligqoka nanoma yini. Khetha anemikhono emide ngoba akahle uma kubanda...
Ishethi (R399), Woolworths. I-waistcoat (R395), Slate. Amacici (R300), Sungoddess. Ubuhlalu (R550), Sungoddess. I-jean (R400), Trigger at YDE.
Gqoka i-poncho nesikhafu noma umbathe i-throw ukuze uthokomale ube sesitayeleni.
I-poncho eyi-velvet (R249), YDE. Umgexo (R169), YDE. I-throw (R150), Woolworths. I-jean (R400), Trigger at YDE.
Ukuthenga okokugqoka okukodwa kungaba ngumqondo omuhle uma ungakugqoka nanoma yini futhi kukuhle.
I-poncho ehlotshisiwe (R750), Sungoddess. Amabhengele (R140), YDE. I-jean (R95), Mr Price. (Ibhande elomkhangisi.)
IZITOLO:
MR PRICE: Ezweni lonke
SLATE: Uma unemibuzo shayela ku-021-421-2554
SUNGODDESS: Shayela ku-021-421-7620
WOOLWORTHS: Ezitolo ezikhethiweyo ezweni lonkana
YDE: Uma unemibuzo shayela ku-021-797-8002
BONA ZULU – July 2006
BONA ZULU – July 2006
Okufanele ubusika
Ingubo ye-velvet ingalunga kunoma iyiphi i- wardrobe ikakhulu uma iyinhle. Thenga usayizi othe xaxa kowujwayele(ukuze ungahlupheki uma ukhuluphala) kanti izohlala iminyaka.
Ingubo ye-velvet (R2 500), Sungoddess.
Amacici (R250), Sungoddess. Ibhande lesikhumba elinobuhlalu, (R950), Sungoddess. (Ama-boot awomkhangisi.)
