Ukulungisa imininingwane engamaphutha kumazisi
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sikamazisi esenziwa okokuqala
Isicelo sokushintsha ubulili
Isicelo sokuba yisakhamuzi ngokuba yisizukulwane
Isicelo sesinqumo ngokuba yisakhamuzi
Ukungalahlekelwa yilungelo lokuba yisakhamuzi
Isicelo sokulahla ilungelo lokuba yisakhamuzi
Ushintsha izibongo zabancane
Isicelo sokuthi kuguqulwe imininingwane yekheli la
Ukulungisa imininingwane engamaphutha kumazisi
Isicelo somuntu wangaphandle ukuba yisakhamuzi sak
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ezokuba yisakhamuzi
Umazisi womuntu
Ukulungisa imininingwane engamaphutha kumazisi
Isicelo sokulungisa imininingwane engamaphutha kumazisi
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Abenzi bezicelo omazisi babo (ama-ID) abo anemininingwane engamaphutha bangenza izicelo zokulungiswa kwawo kunoma yiliphi ihhovisi leZangaphakathi. Izicelo zingenziwa nakumanxusa (embassy) eNingizimu Afrika noma emission uma umenzi wesicelo engaphandle kwezwe.
Amaphutha avamile atholakala komazisi (kuma-ID), kanti abenzi bezicelo abangafisa ukuthi alungiswe, abandakanya okulandelayo:
igama noma isibongo okungeyiso isithombe okungesona salowo muntu ikheli elingelona usuku lokuzalwa okungelona ubulili obungebona.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa amafomu e-BI-9, BI-526, kanye no-BI-309 kunoma yiliphi ihhovisi leZangaphakathi. Yenza isicelo kwinxusa (embassy) noma imission uma ungaphandle kwezwe.
Khipha ubufakazi bolwazi okuyibo, isibonelo, isitifikedi sokuzalwa, isitifikedi sokubhabhadiswa, incwadi yesikole noma isitifikedi semathenithi.
Fakela izithombe ezimbili zosayizi kamazisi nesicelo sakho.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Le nkonzo ingathatha amaviki angu-4 ukuya kumaviki angu-6.
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Qaphela:
Amafomu awatholakali kulayini we-internethi. Sicela uxhumane nehhovisi eliseduze lonyango.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
