zulu.546.bec events
INGQIKITHI: Yiba ngusomabhizinisi ovelele
Imali: R30 umuntu (kukhokhwa emnyango)
Eyokudla ibaliwe. Umuntu uyozithengela ngokwakhe e-bar.
SHAYELA KULE-NOMBOLO: 011-883-8829 NGEZIKHATHI ZOMSEBENZI
BONA ZULU – September 2006
I-forum yakule nyanga izobanjelwa eMTHATHA
Indawo: Holiday Inn Mthatha, Nelson Mandela Drive, Mthatha
Usuku: ULwesihlanu, 15 September 2006
Isikhathi: Fikani ngo-6 ntambama ukuze siqale ngo-6.30.
NGABE uyilungu leBONA Empowerment Club? Ngabe unebhizinisi lakho elincane?
Uma impendulo yakho kungu yebo kuyona yomibili le mibuzo, thumela igama lakho, izinombolo zezingcingo, ikheli lakho nemininingwane yebhizinisi kuleli kheli:
Mageu Number 1, Small Business Awards, Box 3858, Rivonia, 2128.
Thumela i-business plan yakho, uchaze ukuthi ibhizinisi lakho liqhuba kanjani, lingasatshalaliswa kanjani, liyenza kanjani imali nokuthi ulimaketha kanjani. Chaza nokuthi imali ingena isebenze kanjani.
Abawinile nabayongenela lo mncintiswano bayovela kwiWebsite yeBONA Empowerment Club ethi: www.empowermentclub.co.za
Oyosithokozisa nguBushy Dubazana
I-forum elandelayo
iyobanjelwa ePort Elizabeth
BHUKA MANJE
mhlaka 13 October
Small Business Awards
Izikhulumi
UProfessor Londoloza Leo Luvuno,
uyiSenior lecturer eWalter
Sisulu University for
Technology & Science
UMnuz. Thembelani Nodada.
uMongameli weNAFCOC
e-Eastern Cape
UNkk. N.N. Rasmeni,
unguThishanhloko e-Efata School for the Deaf & Blind
UMnuz. Kwezi Ka Mpumlwana,
CEO yeNelson Mandela Museum
Abangu-12 abayofinyelela kowamanqamu nyanga zonke bayowina umklomelo ka-R2 000 umuntu emunye,
R4 000 koyolala isithathu
R7 000 koyolala isibili, no-R15 000 koyophuma phambili.
Phezu kwalokho, abathathu abayowina bayothola umklomelo oqoshiwe nesitifiketi.
MC: Joyce Skefu
Taste the soul of Africa... Taste success with Mageu Number 1
idayiswa emicimbini
Illovo Sugar Almond Cookies
Kuphuma angu-36
Izithako
2 1/4 izinkomishi ufulawa
1 inkomishi Illovo Sugar
1 inkomishi imajarini
1 iqanda
1 i-teaspoon i-baking soda
1 i-teaspoon i-vanilla essence
6 ounce i-almonds eqotshiwe
Indlela yokwenza
1. Shisisa uhhavini ngo- 160oC. Gcobisa ithreyi lokubhaka. Endishini hlanganisa zonke izithako ngaphandle kwama-almonds. Shaya kuze kuhlangane kahle (imizuzu engu-2-3.)
2. Faka ama-almonds. Kwenze kube amabhola angu-2.5cm.
3. Wabeke ethreyini lokubhaka agqagqane ngo-5cm. Kundlale kube ugqinsi olungu-6mm usebenzise isinqe sengilazi ecwiliswe kushukela.
4. Bhaka imizuzu engu-10. Kususe ngokushesha.
NGABE iyiphi indlela engcono ongenza ngayo imali ngaphandle kokuqala ibhizinisi lokudayisa obhulankethi?
Amalungu eBONA Empowerment Club angaqala ibhizinisi azakhele imali ngokuthengisa obhulankethi be-Aranda. Ungabathenga babe baningi ngesaphulelo bese uyabadayisa uthole inzuzo.
n Ungaphuthelwa ama-forum noma ama-workshop abeBONA Empowerment Club.
n Thola imininingwane yebhizinisi lakho nefomu yoku-oda emicimbini yethu.
n Zitholele amakhasimende uxhumane nabantu ongabathengisela. Ungadayisa emphakathini, kuma-spaza shops nezikole.
Uma ungeke ukwazi ukuya emcimbini shayela uWellington Tshomela ucingo
ku-011-883-8829 akuthumele imininingwane nge-fax.
Qala ibhizinisi lobhulankethi
nge-Aranda
I-bedroom enhle
– esesitayeleni
SEKUPHELE iminyaka engaphezu kwengu-30 abakwaPres Les behlobisa amakhaya amakhasimende abo ase-Afrika eseNingizimu ngezingubo zokulala eziyikhwalithi.
KwaPres Les banama-sales consultants angaphezu kuka-7 000 nokungabantu abakuthokozelayo ukutshela abangani nemindeni ngomkhiqizo wakwaPres Les. Iningi labathengisi babo asebephumelele laqala umsebenzi wokudayisa khona kwaPres Les kanti manje sebekwazi ukuthenga izinto ababefisa ukuba nazo. Iningi labo selike laya phesheya lahlala ezindaweni eziphambili!
Nawe ungafeza amaphupho akho ngokuba yi-consultant yakwaPres Les. UPres Les ukunika izinto ozokhangisa ngazo ukuqeqeshe ngemali encane.
Shayela inombolo yakwaPres Les yamahhala ethi 0800-002-443 ukuze bakuxhumanise nemenenja yangakini.[z]
BONA ZULU – September 2006
