zulu.533.Shoprite
B3823/03/08 Isithombe: Graeme Borchers; izitayela nguLinda Bean; Abakhangisi - Tony, Patricia noLungile; izinwele neziphaqulo nguHeather Oozthuizen.
Sithanda ukubonga kakhulu kwiManager nabasebenzi bakwaShoprite eRandburg (011) 9981840
Thola imali
ULindiwe washayela udadewabo uJabulile ucingo ngoba wayedinga imali ngokushesha eyifunela imali yesikole. "Ungakhathazeki," kusho uJabulile, "Ngizoyithumela ngendlela yeMoney Market yakwaShoprite." Ilula kanti iphephile kangangoba uLindiwe wayeseyitholile imali yakhe emizuzwini emibili.
Lusebenza kanjani lolu
hlelo lokuthumela imali:
Imali njengamanje isingathunyelwa kunoma wubani noma kuphi eSA ngokukhulu ukushesha.
1. Thatha i-ID yakho yaseSA nekhophi yayo (i-ID) uqonde kwi-counter yeMoney Market kunoma yimuphi uShoprite eSA. Nika u-cashier i-ID yakho, ikhophi yayo kanjalo nemali ofuna ukuyithumela bese ukhokha R9,99.
2. Uzikhethela ngokwakho i-pin number enezinombolo ezine bese u-cashier ekunika iresidi ene-reference number yakho yokuthumela imali. Ngaleyo ndlela imali isithumelekile ngokukhulu ukushesha.
3. Okulandelayo ukuba ukwenze wukutshela umuntu ozolanda imali - i-secret pin number kanye ne-reference number yokuthumela imali.
4. Umuntu ozolanda imali naye kufanele athathe i-ID yakhe yaseSA, ikhophi yayo (i-ID), i-transfer reference number ne-pin aqonde kunoma yimuphi uShoprite kwi-counter yeMoney Market ayolanda imali. Ukulanda
imali kumahhala.[z]
4.
1.
3.
Iyashesha!
ezezimakethe
2.
OKUHLE
Iyashesha: Ama-transfer ayashesha kanti imali ungayilanda emizuzwini emibili.
Iphephile: Onogada bahlale bekhona esitolo kanti kuphephile kunokuhamba uphethe imali.
Ivikelekile: Ukuthunyelelwa kwemali kuyefana nokwenza noma iyiphi i-transaction ngoba akekho ozokwazi ukuthi uthumela imali noma uyayikhipha.
Ayibizi: Izindleko zokuthumela noma yimalini kuye kufike ku-R5 000 nguR9,99 kuphela.
