zulu.500.Project
Amakhasi ephrojekthi kaBona
Udinga: 7 amashidi ephephandaba ne-glue
BONA ZULU – February 2006
Khipha ikhono ngale phrojekthi yezobuChwepheshe! Landela ama-step amane alula wenze ithreyi
ongalisebenzisa ekhaya noma esikoleni nge-layer yephepha nebhodi. Isikhathi sesidlo sasekuseni noma
se-teatime kungaba esiyohlala sikhumbuleka njalo uma useva ukudla kwakho ethreyini ozenzele lona.
Asithembe ukuthi nizoyithokozela le phrojekthi ecashunwe kwiTechnology TODAY Series eshicilelwe
abakwaMaskew Miller Longman.
Ochungeni lweTODAY uthola konke okungafundwa abenza
uGrade 3 kuya kuGrade 8.
Uzodinga: ufulawa, amanzi abilayo, indishi nesipuni
1.
a.
2.
a. Faka inkomishi kafulawa eyodwa noma ezimbili endishini.
b. Thela amanzi kancane kube yinhlama.
c. Thela amanzi abilayo.
d. Govuza ngokushesha. I-glue yakho izobe isilungile uma usubona ngale kwayo.
e. Yisebenzise ngokushesha uma wenza ama-strips angama-layer njengoba
kucha-zwe kwi-step esilandelayo.
a.
ZENZELE I-GLUE
LUNGISA IPHEPHANDABA LOKWENZA UMKHIQIZO ONGAMA-LAYER
IPHROJEKTHI:
b.
Zenzele ithreyi
a. Ndlala ishidi lephepha endaweni endlalekile. Gcoba i-glue ephepheni lonke (sebenzisa i-glue elingana nozoyifaka ephepheni lesibili).
b. Beka iphephandaba lesibili eshidini lokuqala eline-glue. Kulokhu ishidi kumele lime livundle ukuze lime ngokufanayo nelokuqala. Ndlala i-glue kulona ukuze nelesibili linamathele kahle.
c. Qhubeka ufake i-glue emaphepheni ayisikhombisa. Ungayifaki ngaphezulu ephepheni lesikhombisa.
d. Dabula iphephandaba libe ama-strips angesilo ugqinsi, cishe
u-3-4cm ububanzi no-10-15cm ubude bawo. Lama-strips
ephephandaba azosetshenziselwa ukwenza into enama-layer i-glue ingakomi.
Ozokudinga:
n 7 noma ngaphezulu ophisi bamaphepha
n ibhodi elingu-A4 size noma elikhulu kunalokho
n i-glue (ozoyenza ngofulawa namanzi abilayo)
n ibhrashi lokupenda n i-sandpaper (ngokuthanda
kwakho)
c.
QAPHELA
Abadala abagade
izingane uma
zisebenzisa amanzi abilayo.
Okwezi-ngane zeminyaka engu-8-14
b.
3.
4.
a.
a. Qala ama-layer akho ngokuthatha ama-strips ambalwa ephepha
ugcobe i-glue nhlangothi zombili.
a. Hlobisa ithreyi uma sekome kahle. Sebenzisa upende, izithombe,
ubuhlalu, amagobolondo, indwangu noma iphepha lokugoqa. Khumbula
ukuthi yithreyi lakho leli, khipha ikhono lakho kulona.
b. Ngokuthanda kwakho: Ungaqedela ngokufaka i-varnish
ethreyini lakho.
ZENZELE ITHREYI NGAMA-LAYER EPHEPHA NEBHODI
d. Qhubeka ubeke ama-layer ngokobude nangokobubanzi bephepha ukuze kuphume ama-layer amane noma
amahlanu.
e. Uma uphelelwa ama-strips ephepha alugqinsi, ungadabula ama-strips ephepheni elilodwa kodwa kuzodingeka ukuba
wengeze amanye ama-layer.
f. Beka ithreyi lakho endaweni efudumele ukuze lome, ungalibeki elangeni, makube yindawo enomoya.
Kuzothatha izinsuku ezintathu ukuthi kome.
g. Hlikihla izindawo ezingaqondile kahle nge-sandpaper.
OKOKUGCINA
c. Beka i-layer yesibili yama-strips ephepha ebhodini. Kulokhu ama-strips awame
avundle ngokobubanzi bebhodi, ukuze ame ngendlela efana neye-layer yokuqala.
b. Beka ama-strips ngokobude bophisi bebhodi ukuze limbozeke kahle. Ama-strips kumele asondelane.
Umtitilizo!
Thumela imininingwane yakho kuleli kheli:
Make a Tray Giveaway
Maskew Miller Longman
PO Box 396, Cape Town, 8000
Ungakhohlwa wukubhala igama lakho, ikheli, inombolo
yocingo negama lesikole sakho.
Ithreyi eselipendiwe.
Ungaphuthelwa yiphrojekthi yeTODAY oshicilelweni lwenyanga ezayo.
Ucingo: +27 (0)21 532 6000 I-Fax: +27 (0)21 531 0716
www.mml.co.za customerservices@mml.co.za
b.
Siphisana
ngama-Illustrated Science and
Technology Dictionaries angu-5!
BONA ZULU – February 2006
AMA-STEPS ANGU-4!
1. Zenzele i-glue yakho.
2. Lungisa iphepha.
3. Hlanganisa ithreyi.
4. Hlobisa ugcobe i-varnish.
c.
