Isicelo sokunikeza inothisi yokufa
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sokunikeza inothisi yokufa
Isicelo sesitifikedi sokukhombisa ukuba msulwa ngo
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo amasevisi abangaphandle
Isicelo sokunikeza inothisi yokufa
Isicelo sokunikeza inothisi yokufa (yokushona) komuntu
Izincazelo
Isitifikedi sokushona yidokhumende esemthethweni enikezwa umndeni oshonelwe lapho kubhaliswa (kurejistwa) ukushona komuntu. Lapho umuntu wangaphandle eshona eNingizimu Afrika, irekhodi liyagcwaliswa ebese kukhishwa isitifikedi sokushona sinikezwa umndeni. Izicelo zingenziwa ehhovisi laboMnyango wezaseKhaya (Home Affairs) noma kwinxusa laseNingizimu Afrika noma i-mission uma kwenziwa isicelo ngaphandle.
Ukuze uthole olunye ulwazi ngena kwi-website ethi uMnyango wezaseKhaya.
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu le-BI-132.
Bhala incwadi enemininingwane yomuntu oshonile ebese iposelwa ehhovisi eliseduzane lezaseKhaya, uma lingekho ihhovisi lezaseKhaya endaweni yangakini.
Akukho mngcwabo oyokwenziwa ngaphandle komyalelo wokungcwaba. Umyalelo wokungcwaba yisitifikedi esinikeza isigunyaziso somngcwabo kanye nokuhanjiswa kwesidumbu ukusuka endaweni lapho umuntu ashone khona ukuya endaweni lapho azongcwatshwa khona. Umyalelo wokungcwaba ungakhishwa ngabe:
Ngabasebenzi boMnyango wezaseKhaya,
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isitifikedi esiphelele (esingagingqiwe): Izicelo zingathatha isikhathi sokufinyelela kumaviki ayisishagalombili ukuya kwangu-12.
Izindleko
Isitifikedi esifingqiwe: Ngu-R10
Isitifikedi esiphelele (esingagingqiwe): Ngu-R45
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
