Ushintsha izibongo zabancane
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sikamazisi esenziwa okokuqala
Isicelo sokushintsha ubulili
Isicelo sokuba yisakhamuzi ngokuba yisizukulwane
Isicelo sesinqumo ngokuba yisakhamuzi
Ukungalahlekelwa yilungelo lokuba yisakhamuzi
Isicelo sokulahla ilungelo lokuba yisakhamuzi
Ushintsha izibongo zabancane
Isicelo sokuthi kuguqulwe imininingwane yekheli la
Ukulungisa imininingwane engamaphutha kumazisi
Isicelo somuntu wangaphandle ukuba yisakhamuzi sak
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ezokuba yisakhamuzi
Umazisi womuntu
Ushintsha izibongo zabancane
Isicelo sokushintsha izibongo zabancane ngokweminyaka emthethweni
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Umzali angenza isicelo sokushintsha isibongo sengane esencane ngokumthetho uma:
ingane yazalwa ngaphandle komendo kanti umama useganeni nomunye umuntu ongeyona ubaba wengane ngokuzala umshado nobaba wengane usuhlakazwe ngedivosi noma ngokushona kanti umama wengane esashada futhi njengomfelokazi, noma odivosile, umama wengane efuna ukubuyela ayosebenzisa isibongo sakubo noma isibongo ayagane kuso kuqala ukuzalwa kwengane eyayizalelwe ngaphandle komshado isibhalise isibongo sikababa wayo ngokwemvelo.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu lesicelo le-BI-193 kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya eNingizimu Afrika. Yenza isicelo kwinxusa (embassy) noma imission uma ungaphandle kwezwe.
Ekhipha imvume ebhaliwe evela kumyeni leyo ngane esithatha isibongo sakhe.
Imvume ebhaliwe evela kubo bobabili abazali iyadingeka kanye nezizathu ezenele ngokubhala, ngesizathu sokushintsha (lapho kusebenza khona).
Imvume kababa wengane ngokuzala iyadingeka, ngaphandle kokuba lokhu kugudlulelwe eceleni yinkantolo.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izicelo zingathatha amaviki ayisithupha ukuya kwangu-6.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
