Isicelo sokukhishelwa futhi umazisi
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sikamazisi esenziwa okokuqala
Isicelo sokushintsha ubulili
Isicelo sokuba yisakhamuzi ngokuba yisizukulwane
Isicelo sesinqumo ngokuba yisakhamuzi
Ukungalahlekelwa yilungelo lokuba yisakhamuzi
Isicelo sokulahla ilungelo lokuba yisakhamuzi
Ushintsha izibongo zabancane
Isicelo sokuthi kuguqulwe imininingwane yekheli la
Ukulungisa imininingwane engamaphutha kumazisi
Isicelo somuntu wangaphandle ukuba yisakhamuzi sak
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ezokuba yisakhamuzi
Umazisi womuntu
Isicelo sokukhishelwa futhi umazisi
Isicelo sokukhishelwa futhi umazisi
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Idokhumende kamazisi ikhishwa futhi kulaba bantu abalandelayo:
Kubantu omazisi babo abalahlekile, abantshontshiwe noma abalimele.
Kubantu abenza izicelo zokushintshwa kwemininingwane yabo ziqu.
Kubantu isimo sabo sokuba yizakhamizi ezishintshile (eziguqukile).
Kwabesimame abangena emendweni, noma abafuna ukushintsha izibongo zaboo zakudala.
Kubantu abahlala ngaphandle okwesikhashana kodwa abebenomazisi.
Abantu ababuya ngaphandle abanemvume esebenzayo yokuhlala unomphela.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu lesicelo le-BI-9 kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya eNingizimu Afrika. Yenza isicelo kwinxusa (embassy) noma imission uma ungaphandle kwezwe.
Fakela izithombe ezimbili zosayizi kamazisi.
Yenza ukuthi kuthathwe izigxivizo zeminwe yakho ukuze irekhodwe (ifakelwe) kuhla lwabantu ezweni (Population Register).
Khipha isitifikedi sokushada uma ushadile.
Owesimame oenza isicelo sikamazisi kanti ofuna ukubuyela kwizibongo zakhe zakudala, kumele anikeze ubufakazi bokuthi unelungelo lokusebenzisa leso sibongo.
Umuntu obuya ngaphandle owenza isicelo sikamazisi kumele afakele nemvume yakhe yokuhlala unomphela, noma isitifikedi se-naturalisation noma isitifikedi sokukhishwa ngaphansi kwesibopho (exemption certificate).
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izicelo zingathatha isikhathi sokufinyelela kumaviki ayisithupha .
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Qaphela:
Amafomu awatholakali kulayini we-internethi. Sicela uxhumane nehhovisi eliseduze lomnyango eseduze nawe.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
