Isicelo sokulahla ilungelo lokuba yisakhamuzi
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sikamazisi esenziwa okokuqala
Isicelo sokushintsha ubulili
Isicelo sokuba yisakhamuzi ngokuba yisizukulwane
Isicelo sesinqumo ngokuba yisakhamuzi
Ukungalahlekelwa yilungelo lokuba yisakhamuzi
Isicelo sokulahla ilungelo lokuba yisakhamuzi
Ushintsha izibongo zabancane
Isicelo sokuthi kuguqulwe imininingwane yekheli la
Ukulungisa imininingwane engamaphutha kumazisi
Isicelo somuntu wangaphandle ukuba yisakhamuzi sak
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ezokuba yisakhamuzi
Umazisi womuntu
Isicelo sokulahla ilungelo lokuba yisakhamuzi
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Abantu baseNingizimu Afrika abanenhloso yokwenza isicelo sokuba yizakhamizi zakwelinye izwe, elingavumeli ukuthi abantu babenamalungelo okuba yizakhamizi zamazwe amabili, kumele benze isicelo sokulahla ilungelo lokuba yisakhamuzi saseNingizimu Afrika. Lokhu kusho ukuthi ngeke usaba yisakhamuzi saseNingizimu Afrika ukusukela ngaleso sikhathi isicelo sakho samukelwa (sivunywa). Izingane ezincane ngeminyaka nazo ngeke zisaba yizakhamizi zaseNingizimu Afrika ngaphandle kokuba abazali bazo beselokhu beyisakhamizi zaseNingizimu Afrika.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa amafomu e-BI-246, BI-529, kanye no-BI-9 kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya (leZangaphakathi). Yenza isicelo kwinxusa (embassy) noma i-mission uma ungaphandle kwezwe.
Fakela onke amadokhumende omazisi aseNingizimu Afrika (isitifikedi sokuzalwa, idokhumende kamazisi, ipasipoti, isitifikedi somshado, kanjalo njalo) ehhovisi lezindaba zaseKhaya (leZangaphakathi), izindlu zamanxusa, noma i-mission.
Fakela izithombe ezimbili zosayizi kamazisi.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Le nkonzo (le sevisi) ingathatha amaviki angu-8 ukuya kumaviki angu-12.
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Qaphela: Amafomu awatholakali kulayini we-internethi. Sicela uxhumane nehhovisi eliseduze lonyango.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
