Isicelo sokwamukelwa kwenhlobo yesitshalo
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukuhlolwa kwamasampuli asemthethweni ezimbewu
Ukuhlola imbewu lapho kunesikhalazo kanye nengxaba
Isicelo sokukhishwa kwezitifikedi ze ISTA
Isicelo samalungelo okwandisa izinhlobo zezitshalo
Isicelo sokwamukelwa kwenhlobo yesitshalo
Isicelo sokwamukelwa kwemisebenzi emaqondana
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Ukukhiqiza izitshalo
Isicelo sokwamukelwa kwenhlobo yesitshalo
Isicelo sokwamukelwa kwenhlobo yesitshalo (ukufakelwa kuhla lwezinhlobo zezitshalo)
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
AboMnyango wezoLimo bagcina uhla lwezinhlobo ezibalulekile zezitshalo ezehlukene zemifino nezithelo zezolimo. Ukubika izitshal ngenhloso yokulandela umthetho kanye nokubandakanywa kwazo kuhla lwezinhlobo zezitshalo kwenziwa ngesicelo. Okulandelwayo wukubaluleka kwenhlobo yesitshalo kwezomnotho weNingizimu Afrika.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
o ifomu eligcwaliswe ngokuphelele application form o a technical questionnaire o izimali ezibekiwe okumele zikhokhelwe isicelo nohlolo o imbewu noma izinqanyana ezisetshenziselwa ukwandisa izitshalo o isigunyaziso esibhaliwe somnikazi, uma ungeyena umtshali owandisayo, inhlobo ekhethiwe noma yathuthukiswa.
Sicela ucacise kwi-questionnaire (kuhla lwemibuzo) uuthi lenhlobo kumele iqhathaniswe naziphi izinhlobo ezaziwayo eNingizimu Afrika, izinhlobo ezintsha kumele ziqhathaniswe ukubona ukwehluka kwazo.
Uma kudingeka ukuvikeleka ngokulandela amalungelo abandisi bezitshalo (plant breeder's rights), abenzi bezicelo belulekwa ukufaka izicelo kanye-kanye ukonga isikhathi kanye nemali.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Inqubo yokufakelwa kuhla kwezinhlobo, izothatha okungenani isikhathi esisoswa sesizini yokutshala nokukhula kwezitshalo.
Phezulu
Izindleko
Imali yokukhokhela isicelo maqondana nokwamukelwa kwenhlobo: Ngu-R790
Imali yohlolo ukuze inhlobo yamukelwe:
o kwi-Category B (umbila omhlophe nosaphuzi) Ngu-R1 100
o kwi-Category C (izithelo, umvini kanye nezitshalo ezisamawolintshi): Ngu-R1 900
Isicelo sokuguqula noma sokungezelela noma ukwehlukanisa izinhlobo, esezivele zikhona, ezibandakanyiwe kuhla: Ngu-R1 500
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezoLimo
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
