zulu.2786.nestle
B3065/06 Isithombe: Greatstock
NOMA ngubani ongumama ufunela ingane yakhe okungcono, ngoba noma iyiphi ingane ibalulekile futhi iyisipesheli. Umama wazi kahle kamhlophe ukuthi ukudla okunomsoco kubalulekile. Kodwa njengoba sekukuningi kangaka ukudla kwezingane ezimakethe, ngabe umama wazi kanjani ukuthi yikuphi okulungele ingane yakhe?
Njengoba iningi lomama limatasa futhi lisebenza, kulaphoke i-Nestlé ingena khona. I-Nestlé ingelinye lamagama ahlonishwayo kuwowonke amakhaya kanti inochunge lweNestlé Cerelac okuluchunge lwama-cereals ezingane, olunomsoco. Okufanele ukwenze, wukufaka amanzi! I-Nestlé Cerelac yisidlo esifanele.
Ine-calcium eqinisa amathambo namazinyo, i-iron eyenza izinhlayiya ezibomvu zegazi, i-zinc ekhulisa amasosha omzimba, ne-iodine edingeka kuma-thyroid hormones nasekukhuleni komqondo. Konke lokhu kulula ukukudla![z]
ufake amanzi...
Vele
...ukudla kwezingane okunempilo nokunambithekayo
ezentengiso
Nestlé Cerelac has them all!
Lawa mavithamini abalulekile ekukhuleni komntwana:UVitamin C: Wenza kubelula ukumunceka kwe-iron
Ama-B-Vitamins neNiacin: Kusiza umzimba ukwazi ukusebenzisa izakha-mzimba namandla ngokuphelele
UVitamin D: Usiza ekutheni i-calcium imunceke kalula
UVitamin E: I-antioxidant ezikela ama-membranes
UVitamin A: Usiza ekuboneni kahle nasekukhuleni kwama-tissue.
