Ukungalahlekelwa yilungelo lokuba yisakhamuzi
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sikamazisi esenziwa okokuqala
Isicelo sokushintsha ubulili
Isicelo sokuba yisakhamuzi ngokuba yisizukulwane
Isicelo sesinqumo ngokuba yisakhamuzi
Ukungalahlekelwa yilungelo lokuba yisakhamuzi
Isicelo sokulahla ilungelo lokuba yisakhamuzi
Ushintsha izibongo zabancane
Isicelo sokuthi kuguqulwe imininingwane yekheli la
Ukulungisa imininingwane engamaphutha kumazisi
Isicelo somuntu wangaphandle ukuba yisakhamuzi sak
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ezokuba yisakhamuzi
Umazisi womuntu
Ukungalahlekelwa yilungelo lokuba yisakhamuzi
Isicelo sokuba ungalahlekelwa yilungelo lokuba yisakhamuzi
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Isicelo sokuba ungalahlekwa yilungelo, sisiza izakhamuzi zaseNingizimu Afrika ukuthi ziqhubeke nokuba yizakhamuzi zaseNingizimu Afrika ngisho noma ziba yizakhamuzi zakwelinye izwe. Isicelo singenziwa ehhovisi lezindaba zaseKhaya (leZangaphakathi). Yenza isicelo kwinxusa (embassy) noma i-mission uma ungaphandle kwezwe.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Abenzi zicelo abanenhloso yokuthola ilungelo lokuba yizakhamizi zakwelinye izwe ngaphandle kokulahlekelwa yilungelo labo lokuba yizakhamizi zaseNingizimu Afrika, kumele balandela le nqubo elandelayo:
Khipha ikhophi eqinisekisiwe yedokhumende kamazisi wakho yaseNingizimu Afrika noma ipasipoti.
Izakhamizi zaseNingizimu Afrika ezalahlekelwa ngamalungelo azo okuba yizakhamizi, ngemuva kokuthola ilungelo lokuba yisakhamuzi sakwelinye izwe, ngesikhathi bengasezona izingane ezincane ngokomthetho (minors), kanti futhi ngaphandle kokwenza isicelo sokugodlelwa ilungelo, ngaphambi kokuba babeyizakhamizi zakwelinye izwe, zingenza isicelo sokukhishwa kwisibopho (exemption).
Abenzi zicelo kumele baladnele le nqubo engezansi:
Bafakele ikhophi yesitifikedi selungelo lokuba yisakhamuzi sakwelinye izwe.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Le nkonzo (le sevisi) ithatha izinsuku ezingu-5 zokusebenza.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
BI-529(Ukunquma ngokuba yisakhamuzi)
BI-1666
BI-862(Izicelo zokukhisha kwisibopho maqondana nokusetshenziswa kwepasipoti lakwelinye izwe)
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
