Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sepasipoti yomvakashi
Isicelo sepasipoti yesikhashana
Ukuthola enye ipasipoti esikhundleni selahlekile
Isicelo sepasipoti yesikhathi esiphuthumayo
Isicelo sepasipoti yengane
Isicelo sepasipoti yabasebenzela uHulumeni
Isicelo sepasipoti enkulukazi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Isicelo sedokhumende ngenhloso yokuhamba (yokuvakasha)
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Idokhumende ngenhloso yokuhamba (yokuvakasha) ikhishwa kubenzi bezicelo abakwisimo sokuhlala unomphela kodwa abangakwazi ukuthola ipasipoti ezweni abavela kulo, noma abangenalizwe (stateless) noma abangababaleki abadinga isiphephelo.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu lesicelo le-BI-73 kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya eNingizimu Afrika. Yenza isicelo kwinxusa (embassy) noma imission uma ungaphandle kwezwe.
Khipha ubufakazi bokuthi ungumhlali wanomphela lapho wenza izicelo.
Akuthathwe izigxivizo zeminwe yakho ukuze irekhodwe kuhla lwabantu bezwe (Population Register) (uma uneminyaka engu-16 noma ngaphezulu kwayo).
Fakela nezithombe ezimbili zosayizi wepasipoti.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Le nkonzo (le sevisi) ingathatha ukufinyelela kumaviki angu-6.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
BI-73
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
