zulu.2402.ambi
B3495/07
STEP 1: Sihlanze
Geza ubuso nge-AMBI® Skin Clearing Oil Control Cleansing Bar (R6.25)
noma ngeSkin Clearing Oil Control Facial Wash (RSP: R13.95) ukuze kusuke ukungcola namafutha angadingeki esikhumbeni. Isikhumba sakho sizohlanzeka sibe nempilo.
STEP 2: Siswakamise
Isikhumba esinamafutha naso siyakudinga ukuswakamiswa ukuze sithambe, sibe nempilo singabi nezisihla. Emva kokusihlanza, khetha isiswakamisi esingenamafutha esizosondla ngaphandle kokuqeda owoyela baso, khetha • i-AMBI® Natural Colour Cream yesikhumba esijwayelekile kuya kwesinamafutha, noma • i-AMBI® Natural Colour Cream yesikhumba esinamafutha kakhulu.
I-AMBI® Natural Colour Creams (R13.95) isiza ngokubuyisela ibala lemvelo esikhumbeni kanti iSPF8 eyengeziwe isiza ngokwenza ukuba singashi uma uselangeni. Isheshe ingene esikhumbeni isishiye singacwebezeli. Inothiswe ngoVitamin E osiza ngokuthambisa isikhumba usenze sibe bushelelezi sibe nempilo.
® Trademark of JOHNSON & JOHNSON © J & J (Pty) Ltd 2007. Ngeminye imininingwane shayela ku-0860 410 032 (sharecall)
Uchunge lwe-AMBI® lutholakala emasuphamakethe, kwabathengisayo, ezitolo zakwaDis-Chem ezikhethiweyo nasemakhemisi.
Uma isikhumba sakho sinamafutha, sinakekele ngokusebenzisa imikhiqizo yakwa-AMBI® eyenzelwe wena.
UBUSO OBUHLE!
Uma kukhulunywa ngokunakekela isikhumba, akekho ongaphika ukuthi “sikhetha noma yini.” Isikhumba sabesimame abanebala elinsundu sihle - sinezidingo zaso zokunakekelwa.
Ucwaningo lwabakwaJohnson & Johnson lukhomba ukuthi isikhumba esinsundu sinamafutha kakhulu. Lokhu kusho ukuthi yize noma kungafanele ukuba sizihluphe kakhulu ngokushwabana kwesikhumba – amafutha, amabala nezisihla yizinto okufanele zisikhathaze. I-melanin yisithako semvelo esinika isikhumba ibala laso elizothe kahle, kodwa yenza kube lula ukuba isikhumba sibe nezisihla nomaka abashiywa yizinduna nokulimala.
Kusemqoka ukuba abesimame abanebala elinsundu basebenzise uchunge lwemikhiqizo yokunakekelwa kwesikhumba olunjengolwe-AMBI® olwenziwe abakwaJohnson & Johnson ochwepheshe abathenjwayo kwezokunakekelwa kwesikhumba.[z]
ezentengiso
