zulu.2380.spar adv
B4007/07/08 Isithombe: Vanessa Grobler; izindlela zokwenza ngu-Anna Montali
Chicken, creamy mushroom and onion casserole
Kwanela abangu-4–6
30ml iSPAR Sunflower Oil
40ml iSPAR Butter
12 iSPAR Chicken thighs
1 u-anyanisi oqotshiwe
2 izigaxa zikagaligi oqotshiwe
2 x 285g amathini iSPAR
Creamed Mushrooms
1 x 410g ithini iSPAR Mixed
Vegetables ecwengiwe
100g izingcezu ze-cauliflower
usawoti
200ml i-chicken stock
usawoti nophepha
1 Shisa uwoyela nebhotela ebhodweni bese ufaka inkukhu. Kupheke cishe imizuzu engu-20 kuze kuhlofozele. Gudluza inkukhu ukugcine kushisa kuze kube yisikhathi lapho ukudinga khona.
2 Kulo lelo bhodwe thosa u-anyanisi nogaligi.
3 Faka inkukhu kanye neSPAR Creamed Mushrooms, SPAR Mixed Vegetables ne-cauliflower bese ukunonga. Thela i-stock ukupheke imizuzu engu-20 ngomlilo omncane.
4 Kuphake nerayisi noma ipapa ngesikhathi kusashisa.
Ubumnandi
AYIKHO into eduduza njengokufika ekhaya ngobusuku basebusika obubandayo uhlangabezwe eshisayo neyehla esiphundu i-casserole eyenziwe ngazo zonke izithako zakho zakwaSPAR. U-SPAR unakho konke okudingwa wumpheki ohlale ematasa ukwenza ukudla okuconsisa amathe. U-SPAR nakuba enamanani aphansi kodwa imikhiqizo yakhona ingeyekhwalithi ephezulu.
KwaSPAR banemikhiqizo edingeka nsuku zonke naleyo ephambili ongazitenda ngayo uma uthanda. Ngemikhiqizo yakwaSPAR ngeke nakancane uyikhalele imali yakho. Ungonga kakhulu emalini yakho ngokuba uthenge imikhiqizo yakwaSPAR. Lokho kungakunika nethuba lokuba uzithengele nezinye izinto eziphambili ongazidingi kakhulu.
Ngakhoke ngena ekhaya uzizwe unethezekile. Zizwe usekhaya kwaSPAR.[z]
boqobo
ezentengiso
