zulu.2319.AandA
Ezalapha Nalaphaya
Zazibuya
Kwakungokwesithathu kulo nyaka ukuthi iCaptain Morgan ibe nephathi engajwayelekile e-Orlando Power Park eSoweto. UMUSA HLABANE wathatha izithombe…
BONA ZULU – December 2005
NGENHLA: UDudu Khanyile, Nonhlanhla Mngomezulu noNothile Khanyi.
Sika Lekhekhe
INkosi yomculo we-kwaito u-Arthur nabadansi bakhe ngesikhathi kwethulwa i-albhamu yakhe eyayithi Sika Lekhekhe eSoweto. UMUSA HLABANE wathatha izithombe…
NGENHLA: U-Arthur edansa.
KWESOBUNXELE: UJabulile Buthelezi, Thokozile Buthelezi, Smash Zwane, Jabu Pule noMshoza Buthelezi.
NGENHLA: UNomsa Hlongwane ephahlwe nguTeddy Gomba noForce Khashane beBONA.
KWESOBUNXELE: ULungile Masondo noSibongile Mazibuko.
NGENHLA KWESOKUDLA: UThapelo Jacobs noDJ beJozi FM uZuluboy noDonald Duck.
KWESOKUDLA: U-Annah Sithole, Jabu Sithole, Billy Shaka noRobyam Niemack
PHEZULU: I-Malaika yenza edume ngako.
NGENHLA KWESOBUNXELE: U-Elaine noDeli Masango balithola ithuba lokulalela iqembu labo.
NGENHLA KWESOKUDLA: UNomhle Tema noLaura Kelly.
Bavuthele Malaika!
I-Malaika ikhombisile ukuthi inamandla okukuphinda lokho. I-albhamu yabo entsha ethi Vuthelani idayiswa kahle. Yethulwa eDunkeld West ngaseRandburg. UMUSA HLABANE wathatha izithombe…
