Isicelo sokushintsha ubulili
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sikamazisi esenziwa okokuqala
Isicelo sokushintsha ubulili
Isicelo sokuba yisakhamuzi ngokuba yisizukulwane
Isicelo sesinqumo ngokuba yisakhamuzi
Ukungalahlekelwa yilungelo lokuba yisakhamuzi
Isicelo sokulahla ilungelo lokuba yisakhamuzi
Ushintsha izibongo zabancane
Isicelo sokuthi kuguqulwe imininingwane yekheli la
Ukulungisa imininingwane engamaphutha kumazisi
Isicelo somuntu wangaphandle ukuba yisakhamuzi sak
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ezokuba yisakhamuzi
Umazisi womuntu
Isicelo sokushintsha ubulili
Isicelo sokushintsha ubulili
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu lesicelo le-BI-526E kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya eNingizimu Afrika. Yenza isicelo kwinxusa (embassy) noma imission uma ungaphandle kwezwe.
Khipha isitifikedi sokuzalwa.
Kwisimo somuntu izitho zakhe zangasese esezishintshiwe ngokuhlinzwa noma ngokunikezwa imithi, angafakela imibiko echaza uhlobo nemiphumela yaleyo nqubo eyenziwe noma ukwelashwa okusetshenzisiwe noma okulungiselelwe ngodokotela abenza leyo nqubo noma abasebenzisa lokho kulashwa.
Kwisimo nesimo, nikeza umbiko ochaza indlela ubulili umuntu angayo okwamanje, ukuthi uhambisane nesicelo. Lo mbiko kumele wenziwe ngudokotela ohlole umenzi wesicelo ukuze aqinisekise ubulili abonakala eyibo.
Khipha umbiko okhishwa ngudokotela wezingqondo (u-psychiatrist) oweluleke umenzi wesicelo onikeza imininingwane ephelele yodaba, ikakhulukazi umlando walo, kanye nesimo umuntu abonakala ekuso ngokwemizwa nomqondo maqondana nokushintshwa kwakhe.
Uma umenzi wesicelo eneminyaka engu-16 noma ngaphezulu kwayo, kumele kwenziwe isicelo somunye umazisi (enye i-ID).
Kumele kuthathwe izigxivizo zeminwe ukuze kwenziwe isiqinisekiso ngokomthetho, kanye nokufakela ulwazi olusha kwi-HANIS database.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Le nkonzo (le sevisi) ingathatha amaviki angu-8.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Qaphela:
Amafomu awatholakali kulayini we-internethi. Sicela uxhumane nehhovisi eliseduze lonyango.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
