Isicelo sepasipoti yesikhashana
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sepasipoti yomvakashi
Isicelo sepasipoti yesikhashana
Ukuthola enye ipasipoti esikhundleni selahlekile
Isicelo sepasipoti yesikhathi esiphuthumayo
Isicelo sepasipoti yengane
Isicelo sepasipoti yabasebenzela uHulumeni
Isicelo sepasipoti enkulukazi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Isicelo sepasipoti yesikhashana
Isicelo sepasipoti yesikhashana
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ipasipoti yesikhashana inikezwa abantu baseNingizimu Afrika okumele bahambe ngesikhathi esiphuthumayo kanti futhi abangeke bakwazi ukulindela ipasipoti evamile ukuthi ikhishwe. Ipasipoti yesikhashana isebenza izinyanga ezingu-12. Lapho wenza isicelo sepasipoti yesikhashana, kumele wenze nesicelo sepasipoti yesikhathi eside.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu le-BI-73 kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya eNingizimu Afrika.
Khipha:
o incwadi echaza ukuthi kungani kudingeka ipasipoti yesikhashana o umazisi wakho (i-ID yakho) noma isitifikedi sokuzalwa o nezithombe ezimbili zosayizi wepasipoti o isitatimende esifungelwe kwabomthetho (i-afidavithi) uma ipasipoti yakho yaseNingizimu Afrika yalahleka noma yebiwa.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha izinsuku ezingu-5 ukuya kwezingu-10 zokusebenza.
Phezulu
Izindleko
Ipasipoti yesikhashana: Ngu-R85
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
